Yini ilongwe? Yini ubulongwe?
Ilongwe is word used to describe a child conceived in perfect wedlock but the biological father is not the husband - from twitter,
wrong that is ivezandlebe not ilongwe.
Ngicela ukuchaza, Ilongwe lihlukene kaningi,
Ilongwe izingane ezalwa umakoti osashonelwa indoda noma osadivosa ebese ethola enye ingane..leyongane akubi eyalowo muntu ozalise lowomfazi kodwa iba ngeyaleyondoda ayigana lomfazi..leyongane ke ibizwa ngelongwe
Ivezandlebe lelo elivela ngokuthi umakoti azaliswe indoda okungeyona eyakhe...
Ilongwe amadede enkomo omile
Amadede enkomo amanzi awabizwa ngelongwe
Ukuphupha ubulongwe kuchaza into esondelene nedlozi.
Geza ngobulongwe nobisi ukuze ukilineke, ubulongwe buyageza neminye imithi eminingi
ukuze uzikiline.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |