ukufutha

Ukufutha meaning? ukufutha means to steam, to steam means ukufutha or ukuqguma in zulu. Why do people steam? below are the benefits of steaming for africans.

Three amazing benefits of ukufutha/ukuqguma in south africa

Ukufutha and ukuqguma is the samething. Impepho uyaqguma or futha , uyaphalaza ngayo, uyayifaka eziwashweni nasemithini, ivula amaphupho angacaci ebusuku, ikwenza usondelane nendlozi

Yini Ukufutha? kuchaza ukuqguma, ufutha ngokusondeza ubuso emanzini ashisayo anomuthi, bese uyazimboza ngengubo, kusetshenziselwa ukususa izinduna, nokufaka umuthi egazini, okungaba ngumuthi wenhlanhla, wokukhipha okubi emzimbeni, noma wokuletha okuhle empilweni.

Ukufutha ngempepho kukwenza usondelane namadlozi. Ukugquma ngempepho kwenza welapheke izifo ezikuphethe emzimbeni, impepho iyahlangiswa neziwasho futhi uma ufutha, ukhiphe isichitho, ugeze idlozi. Ukugquma ngempepho noma eyiphi inhlobo, bese ufaka umcako kozokusiza lokhu ukucacisa amaphupho akho, noma uma unenkinga yokukhohlwa amamaphupho.
Umsebenzi yemphepho

Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

izincazelo zamaphupho

Iziwasho nemithi

izithakazelo

izisho nezaga

Amagama esizulu izincazelo