Usuku engingasoze ngalukhohlwa means a day i will never forgot, Ngabe wusuku olunjani lolu, ziningi izinsuku esingasoze sazikhohlwa empilweni, okungaba wusuku lomgcwabo? Olokushona komzali? Usuku ushawa wuhlanya ngempama, leyo topic yohlanya kodwa kungenzeka ingabi namapoints amaningi ongabhala ngawo kugcwale ikhasi. Ingakho kubalulekile ukukhetha isihlobo esizokwenza ubhale isikhathi eside.
Usuku engafunda ngalo into entsha eyaguqula impilo yami akucachisiwe ukuthi ufunde into entsha embi noma enhle, kungenzeka wafunda ukubekezela, kungenzeka wafunda ukulalela, kungenzeka wafunda ukwehlisa umoya, kungenzeka waya endaweni enabantu abafundile wafunda ukuthi ukufunda kuyayidala impumelelo, kodwa ke okubalulekile ukuthi welule indaba yakho uyibhale ibe yinde ifundeke.
Ngangithi Nginomngani essay in Zulu
Kwakumele ngivumele essay in isiZulu
Mina nevoti lami essay in zulu
Imfashini esikhathini samanje Essay in Zulu
Usuku engingasoze ngalukhohlwa zulu essay
Usuku lwami lokuqala esikoleni
Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni
Grade 12 Matric whatsapp groups
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |