Yini isifenqo? ngesingisi singathi yi figure of speech. Izifenqo meaning in isizulu kusuke kukhulunywa ngokungcweka ngolimu lapho imbongi noma umbhali ecikoza ngilimu efaka izifaniso, izingathekiso, ihaba, izihlonipho njalo njalo. Izifenqo nezincazelo , izinhlobo zesifenqo in zulu: isifaniso, isingathekiso, ihaba and isihlonipho.
Isifaniso
kusuke kufaniswa izinto ezimbili kusetshenziswa izakhi sezifaniso...
Okwe, njenge, kuhle kwe, ngathi njll.
isibonelo sesifaniso isifenqo: Umama ulunge njenge ngilosi.
Isingathekiso nalapha siyafanisa kodwa umehluko into esiyifanisa nayo siyibiza ngqo ngayo.... isibonelo sesingathekiso isifenqo:
Ihaba ukukhuluma ngento uyenze ibe nkulu ngendlela eyisimanga. isibonelo sehaba isifenqo:
Isihlonipho Lapha sisebenzisa amagama angalumeli isibonelo sesihloniphiso isifenqo:
Okzimoroni Isifengqo esinamagama aphikisanayo emgqeni owodwa. La magama kumele alandelane Eg..
Isathaya uhlobo lwenkondlo lapho khona umbhali asuke egxeka ubuthakathaka obuthile, amaphutha noma izigameko ezenziwa umuntu othile.Kungaba isehlo esithile endaweni ethile kokunye kugxekwe isizwe esenza kabi ngezizathu ezithile.
Impindwa. Amagama noma umugqa ophindwa kaningi enkondlweni, mhlampe ephindwe ekuqale/ ekugcineni kwazo zonke izitanza zenkondlo.
Ifamamsindo Ukufana kwemisindo eminingana emgqeni owodwa enkondlweni. Isuke iletha umgqumo omnandi ozwakala samculo kanye nokugcizelela okuthile okusuke kwethulwa yimbongi kulowo mugqa.. ihlukene kabuki ke kukhona *ifanangwaqa kanye nefanankamisa*
Impindamqonda ukuphindeka komqondo emigqeni elandelanayo.
Inja ayizali koda i...
Ikati alizali koda li...
Inkosi atiguli koda I...
Iwele aliguli koda li...
Inja iyanyelezala
Ikati liyephuka
Inkos iyadunguza
Iwele liyaphahla
Ibinza , Yini ibinzana? igama elilodwa elichaza umusho ophelele. Angazi nami ngizoyichaza kanjani lento? Ake sibheke amabinzana alamagama: Yini umthimba ngesizulu? Umthimba: umshado/abantu abalethe umakoti. Yini imfezi ngesizulu? Imfezi: umuntu othanda amasi (ikhona inyoka ebizwa ngemfezi kodwa ngoba lapha sixoxa ngamabinzana cha akukhulunywa ngenyoka). Yini imfusi ngesiZulu? Imfusi: umuntu olama amawele. s "the first single child born after twins". Ifusi (insimu engalinywanga). Yini amasu? amasu Izingane zomama eziphilayo nesezashona. Ixhwele umuntu obhema insangu or Ixhwele umuntu obhema kakhulu angisazi kodwa kulapho nje.
| ITIYE | elinye igama | IHABULO |
| INKOMO | elinye igama | IMESHE |
| IZINKOBE | elinye igama | IZIMPOTHULO |
| UBISI | elinye igama | UCHAGO/INJOZA |
| INJA | elinye igama | INGCANGA |
| UKUDLA | elinye igama | UKUMAYA |
| ILANGA | elinye igama | ICATHAMA |
| UMUNTU | elinye igama | UMENZO |
| IMALI | elinye igama | INKECE |
| UMFANA | elinye igama | UMKHAPHEYANE |
| UMSHADO | elinye igama | UMGCAGCO |
| UMLILO | elinye igama | UMPHEMBELO |
| UMENDO | elinye igama | UMGANO |
| INDLELA | elinye igama | INYATHUKO |
| INTAMBO | elinye igama | UMCHILO/IDOPHI |
Uma kungukuthi obukufuna awukutholanga ngicela ungene kuwhatsapp wethu wesizulu, upose khona ubone awuzosizakala yini? Whatsap group yesizulu
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |
Uma unombuzo wesizulu wakwa Grade 12 sicela uthumele whatsapp kwi number ekule page. Usitshele isikole sakho, bese ufaka umbuzo.