Ngiphuphe nginqunu ngingempethe izingubo ngingaziboni, abantu bengihleka, kuchazani ukuphupha ungaqgokile? Ukuphupha unqunu, izingubo zakho zingekho, ungaqgokile kuchaza ukuthi kunemfihlo ngawo obuyifihlile ezophumela obala yaziwe, noma kunento obewucabanga ukuthi abantu kabayazi ngawe leyonto isiyaziwa noma izovela obala yaziwe. Read more dreams below Imithi iziwasho

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
Ukuphupha uphiwa indoda kucazani
167 posts
Reply
Siphupha abantu bekhombana ngesikhamu esigabazi, nobaba ephethe esakhe kuchazani? Siphupha indlu enkulu enezinyoka eziningi ezinye ziluhlazasa zixubile kuchazana?
167 posts
Reply
Ukuphupha inyoka enkulu yasemanzini nokuphupha amanzi nje a clean .nokuphupha ufish
167 posts
Reply
Ukuphupha inyoka enkulu yasemanzini nokuphupha amanzi nje a clean .nokuphupha ufish
167 posts
Reply
Ukuphupha inyoka enkulu yasemanzini nokuphupha amanzi nje a clean .nokuphupha ufish
167 posts
Reply
Sanibona,ngabe kuchaza ukuthini ukuphupha uhamba ngenqola enamasondo bese uyandiza ngayo,uhambe ibangana ubuye uqale phansi endaweni eyehlelayo uhambe ngayo uphinde undize ngayo?
167 posts
Reply
Ngicela ukubuza,ngiphuphe umuntu wami eseshadile,umshado angiwubonanga kodwa bengazi ukuthi useshadile,lapho ngithi ngiya endlini kukhumukebuphaqa ushibilike endaweni eyisihlabathi ebheke phansi,mengiwulanda sengizama ukunyuka akunyukeki isihlabathi siyashibilika singibuyisela emuva ngagcina sengimemeza ngithi ngisizeni,ngavele ngaphaphama.ngabe leliphupho lisho ukuthini?
167 posts
Reply
Sanibona,ngabe kuchaza ukuthini ukuphupha uhamba ngenqola enamasondo bese uyandiza ngayo,uhambe ibangana ubuye uqale phansi endaweni eyehlelayo uhambe ngayo uphinde undize ngayo?
167 posts
Reply
Ave ngiphupha Kabi bt amaphupho angiwakhohlwa Kanti ngiphupha izinto ezinye zenzeke manje indlela engino Laka ngayo yoh ayichazeki
167 posts
Reply
Kuthetha ntoni ukuphupha ubelwe ityotyombe ze uphinde ulifumane liphi de libiwe kunye ne mpahla engaphakathi ze bathi abantu balongingqi ngok ubeka kwakho ityotyombe ufaneluba usile ubenebhotile ye brandy
167 posts
Reply
Uma uphupha ulwa ne X yakho inqunu kuchazana
167 posts
Reply
Ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha unqunu kungathi ubelethe umyeni wakho bese ubona inkomo ebomvu ekhuluphele inezinombolo
167 posts
Reply
Kutshoni ukuphupha ubona isoka lakho linqunu, liqamela enyaweni zakho
167 posts
Reply
?
 

Read more ngamaphupho...