Intsingiselo yamaphupha amabi. Amaphupho amabi enzeka isikhathi esiningi uma kunomoya omdaka, uphupha kabi uma kukhona isipoki or utikoloshe or isikhova. Amaphupho awulaka ulwa, uthetha , uxabana nabantu ajwayele ukwenzeka uma unencindezi yomqondo. Ukuthunyisa izinyamazane , ugeze ngamanzi olwandle kuyasiza kakhulu ekususeni amaphupho amabi. Zama ukulala ngezingubo ezihlanzekile, phuza itiye elibizwa nge chamomile lithambisa umqondo u-relax kahle uma sewulele. Ukusaba ukulala. Ngenxa yamaphupho amabi uze uthole umuntu esesaba ukulala. Ukushawa uvalo ngaphambi kokulala kuyinto ejwayelekile kulaba abanamaphupho asabisayo. Amaphupho athusayo ayenzeka uma ulele endlini efana ne resort, esetshenziswa abantu abaningi abanemimoya, kuyenzeka kushonele abantu kulezindlu. Kubalulekile ukuhlanza indlu ozolala kuyona uthunyise i-sage. Uma abantu bekugadla ngemithi bekuthumela ngesilwane uphupha kabi.

Ukuphupha usukelwa inja emnyama or ebovu or emhlophe inja ingamela abahlobo, umphakathi, noma imizwa yokwethembeka. Uma ikusukela, kungasho ukuthi kukhona umuntu obewethembile kodwa manje osengaba yingozi kuwe, noma izinkinga eziphathelene nokwethembeka nabantu obaziyo.
Read more dreams below Imithi iziwasho

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

Read more ngamaphupho...