Ukuphupha usesikhathini uvuza igazi noma ukuma periods kuchaza into embi ezayo, ubungozi, noma isehlo esithile esingesihle. Kungase futhi kuchaze isichitho leliphupho liyaba khona noma ukhulelwe kalikhethi. Ngesinye isikhathi uyaphupha kodwa uphuphela omunye umuntu esesikhathini, kusho ukuthi nalowomuntu uzovelelwa yinto engeyindle. Kowowonke amaphupho angegazi asho okungekho kuhle. Kubantu abanemimoya, uyakwazi ukuphupha usesikhathini uvuke ngakusasa nangempela ube sesikhathini. Ukuphupha usesikhathini wopha kakhulu ngaphansi kungachaza ingozi enkulu ezokwenzeka noma ibhadi, elikulandelayo.

Read more dreams below Imithi iziwasho

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
NGIYATHANDA ukuba laykhaya
167 posts
Reply
Ngiphphe ngihamba nebhos ishayela iloli Mina ngingemuva
167 posts
Reply
Ngyabingelela emakhosini ngiphuphe igazi lamaperiod ligcwele kumapads
167 posts
Reply
Ngiphuphe baba wengane yami encane eshada nentombi mina kwafika ikhehla langixosha emshadweni wabo
167 posts
Reply
Ngiphuphe baba wengane yami encane nentombi yakhe behleli phansi kwesihlahla bejabule kufika ikhehla libanika ingane encane yomfana enhle beyijabulela
167 posts
Reply
Ngiphuphe umama ongasekho ehlakula ensimini..kusho ukuthini
167 posts
Reply
?
 

Read more ngamaphupho...