Inkalankala in english means a crab, there is a believe in nguni tribes that a crab when it enters the house it means that someone at home is pregnant. Inkalankala uma ingena endlini ichaza ukuthi kukhona okhulelwe ekhaya. Isuke izobika isisu ekhaya. Ukubona inkalankala endleleni noma egcekeni khona kuchazani? nakho kuchaza ukuthi kukhona okhulelwe osondelene nawe, okungaba ngumuntu wakini noma isihlobo. inkalankala in the house it is a sign that someone is pregnant as home. Inkalankala izwana namanzi, iyaphuma emanzini uma kunetha ihambe iye kude namanzi ngoba kusuke kumanzi yonke indawo, iyatholakala emifuleni, emadamini, olwandle futhi iyatholakala njalo njalo.
Ukuphupha inkalankala kuchaza inhlanhla ezayo empilweni, noma kungachaza ukuthi izinto zakho zizohamba kahle kakhulu, ukuphupha izinkalankala eziningi, ezinkulu noma ezincane kuchaza isimo sokwandiselwa okuba yimali eningi ezingase zikuvelele. Kungenzeka uphuphe inkalankala emhlophe, emnyama , ebovu / ebomvu konke lokho kusachaza izinto ezinhle.
Kwa Mazibuko inkalankala iyahlonishwa ithathwa njengesilwane esisondelene nedlozi, omakoti bakhona akumele bayithinte noma bayishaye ngoba imele idlozi, uma ingena ekhaya ka mazimbuko isuke ivakashile, okungenzeka isuke izobika isisu. Abantu bakamazibuko bebeyihlonipha kakhulu inkalankala.
Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |