What is inyoni? inyoni means a bird in english, informal: the word inyoni in township means someone who is stupid, inyoni enya amasi might means someone who spend a lot of money on other people, e.g. A guy who spend money by trying to win a woman. Inyoni isilwane esifana nenkukhu kodwa lesilwane soyakwaz ukundiza, inyoni inemilenze emibili namaphiko, isibonelo sezinyoni ezidumile: iphothwe, iqola, ungcede, ugaga, isiqophamuthi, umvemve, uthekwane, iqola, intiyane, ugaga, innhlanzi, isipero, ukhozi, ijuba, ivukuthu, uheshane, insingizi. Umntwana noma ingane yenyoni ibizwa ngephuphu. Inyoni ibeka amaqanda njengenkukhu iwafukamele, bese ichamusela amachwane. Izinyoni ziyasetshenziswa emithini yizinyanga nezangoma. Ezinye izinyoni azidliwa, ezinye zidliwa ngabantu abadala kuphela. Ezinye izinyoni kazibulawa ngoba ukuyibulala kuletha amabhadi.
Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.