Ake sixoxe ngomntwana wembuzi ukuthi ubizwa ngani

Imbuzi in english is goat, imbuzi yesilisa ibizwa ngempongo, noma inqgama. A Female goat in zulu is called isimbuzikazi. Yini izinyane? Ibizwangani ingane yembuzi? Ingane yembuzi yona ibizwa ngezinyane. Yini intondolo? What is intondolo in english is a castrated male goat. Intondolo yimbuzi yesilisa etheniwe. Imbuzi isetshenziswa lapho kwenziwa khona usiko lamanguni. iyambuza iyahlatshwa ikhishwe okungaphakathi bese iyalengiswa emsamo, ukuze ikhothwe ngamadlozi ebusuku, bese inyongo yayo iyasetshenziswa. Izinkomo azihlantshwa imbuzi ingakahlantshiwe ike isetshenziselwe ukundlalela ukuhlatshwa kwezinkomo. Inyama yembuzi inempilo, kodwa ayitholakali ema butchery. Ngokujwayelekile imbuzi izala abantwana ababili, kuyenzeka izale umntwana oyedwa, ngesinye isikhathi izale abantwane abangaphezu kwababili.