What is inkukhu in english? Inkukhu is a chicken, a male chicken is called iqhude, cockerel in english. a female chicken in zulu is called isikhukhukazi , a hen in english, umntwana wenkukhu ubizwa nge chwane noma itshwele. inkukhu ihlala ehokweni In english a baby chicken is called a chick. Umntwana wenkukhu akanceli, umntwana wekhukhu uphuma eqandeni lenkukhu. Inkukhu iyawafukamela amaqanda, bese eyachanyuselwa, uma echanyuselwa amaqanda kuphuma amachwane.
Inkukhu isetshenziswa kanye nempepho ukuxhumana namadlozi. Inkukhu ibeka iqanda elilodwa ngosuku. Ekuseni kusa iqhude liyaye libange umsindo, limemezela ukuthi sekusile. Ukuphupha inkukhu noma izinkukhu kungase kuchaze ukuthi idlozi lakho lidinga ukwenzelwa itiye. ukuphupha udla inyama yenkukhu kungase kuchaze idliso. Kumele uphalaze
A chicken is used by Nguni people together with herbs to communicate with ancestors. By tradition every family in rural areas in south africa has backyard chickens. Chicken is the most consumed meat in south africa. Chicken meat is found on all restaurants in the country.