amagama ahloniphayo

Kunamagama esizulu asetshenziswa ukuhloniphisa, isikhathi esiningi asetshenziswa ngomakoti, lapho kukhona abantu emzini ababizwa ngalawomagama, isibonelo: umakoti uma eshadele kababa obizwa ngoManzi, akazolisebenzisa igama elithi Amanzi, kodwa uzosebenzisa igama elithi amandambi.

Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni