umahogo umuthi ubizewa ngokuthi igusha lomfula umila emfuleni lomuthi. uyangena lapho wenza khona izibambelelo zothando. Yimfino lena abanye bathi inkushe abanye bathi umvemvane or uvemvane.

umahoge umuthi uyasebenza ukwenza indoda ikuthande kakhulu ihlale ikucabanga, umagoho uyaphalaza ukukhipha idliso, futhi uyangena emithini yehliso lokudla, ikakhulukazi idliso elifakwa umchamo. Ikhambi lakwaNgcolosi elinye igama lawo umahogo.

umahoge uses umahoge tree umuthi:

uMahogo (Ikhambi likagcolosi uMahogo) umuthi wenzani

uMahogo (Ikhambi likagcolosi uMahogo) Uyangena kwidliso, uyangena emthini wokukhipha idliso. Uyangena emthini yokuqeda izinduna ebusweni. Uyangena emthini yamathumba. Uyangena emthini yombandamo.

susa izinduna

Ubuso bakho abujabulisi khona manje izinduna, sekunamabala amnyama sekubanga nesedina thatha leimithi: gaya kube yimpuphu faka ngokulingana wenze amalitha amabili uphuze, bese uthola ibovu ulihlanganise nalokhu, kuhlanganise namanzi wenze isigcobo sasebusweni (face mask ) sakho, ugeza ubuso bese ulandela ngayo mhlawumbe kathathu ngeviki, izodonsa ukuncola ivule nezimbobo zesikhumba ubamuhle nawe.

Umuthi wezinduna ebusweni. Ake sithake induku yezinduna ezinenkani

Hlanganisa le mithi bese uthola itshe lomfula elibushelelezi emfuleni ohambayo netshe lasentabeni elirough. Gquma ngale mithi. Uphalaze ekuseni phezu kwala matshe bese uma uqeda uthathe leli olithathe entabeni ulise emfuleni ,leli olithathe emfuleni ulise entabeni.Ngenjathi amanzi eligeza itshe elirough emfuleni ingesikhathi ugezeka nawe ebusweni. Qikelela ukuthi ungakudli ukudla okunamafutha. Gquma ugeze uphalaze 5 days. Gxoba isiqunga uphalaze ngaso osukwini lwesithupha ngaphambi kokubuyela ekudleni okunamafutha.

ukuphupha umahogo umuthi

Amaphupho ngomuthi umahogo, kuchaza ukuthi ukuphupha umuthi umahogo? ukuphupha umuthi umahogo ngabe kuchazani? kumele ubheke umsebenzi womuthi, nendlela umuthi oyiyo, ikhona okuzokutshela ukuthi amaphupho omuthi achaza ukuthini?

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?