Mzaneno umuthi wenzani

Umzaneno induku lena enamandla kakhulu ekusondezeni idlozi noma amathongo akithi akuvakashele amaphusheni. Mzaneno umuthi wenhlanhla lona uma ufuna izinto zakho zikhanye uyawuthaka neminye imithi. Umzaneno umuthi ubiza izinto ezinhle zize ngakuwena okungaba imali, umsebenzi, uthando, umshado, izinhlanhla, umshado, impumelelo.

Wenzani umzaneno?

Mzaneno umuthi uchazani?

Igala likaMzaneno liyazichaza, Yini ukuza? "Neno" leligama lichaza ukuthi "ngapha", okusho ukuthi igama lelomuthi lithi "Woza Ngapha". Leigama lisho konke okufisayo kuza nganeno

Mzaneno umuthi wezintombi?

Uma intombi ilabeka uthi ukhuluma nayo ayifuni, iyakulwisa, izozizela ngomzaneno, uyawuthaka neminye imithi wenze isifutho, uma ufutha ubize igama laleyontombi, bese uyenza njengokuyalelwa kwakho yinyanga yakho, uvuke uphalaze ngakusasa ilanga lingakaphumi. Uzozwa yona isikubhaza leyontombi.

umuthi wesigodlo or business

umuthi wokubiza ama customer ebhizinisini lakho noma esontweni noma esigodlweni sakho. uzodinga lemithi elandelayo Gaya wenze umuthi yokukorobha (ukumopha) uchele nangaphandle kwebhizinisi or isonto or isigodlo, bazoza balandelane balethe imali.

Ukubuyisa izinhlanhla ezathwetshulwa

Umuthi wokubuyisa izinhlanhla zakho, Uthi mawuyohlola bathi ubalekelwa izinhlanhla zakho. Umuthi wenhlanhla ke nangu ake sikwenzele, thola lemithi elandelayo: Futha, phalaza, uyageza izinsuku ezimbili khuluma nalomuthi uwutshele emehlweni ukuthi ufuna zibuye izinhlanhla zakho.

umuthi wokubuyisa idlozi elikuflathele

Idlozi lakho alikunaki likuflathele , thola lemithi: Gaya ufake ku 10 litre ufake amanzi akho owakhe emfuleni ohambayo, ufike esiganeni uphahle ngemphepho ubize amadlozi akho, uwatshele emakhaleni ukuthi abheke ngakuwena, ukhulume kahle ngesizotha abantu abadala phela laba wena uyingane. Uthi uqeda lapho bese uyageza ubheke entshonalanga lokhu ukwenza ntambama ilanga seliyozilahla kunina. , amadlozi nezinhlanhla kuzokulandela.

indoda ibuyiswa kanjani?

Intombi ibuyiswa kanjani ngesikhafulo ozenzela sona ekhaya? ungazenzela lesikhafulo home made isikhafulo dlula ekhemisi eseduze nawe uthenge lemithi uyihlanganise yome ibe impuphu uyigxobe bes eyamkhafula. : MLOTHA WAMA NDIYA, MHUNGULO, MKHAPHA LANGA, ABANQONQOZI, ABAKHONGI, MZANENO,ZULA AZE AYITHOLE, ZIFUNELE, MOYA WEZWE,UMUSA,UMUNYU , MMEMEZI OBOVU,SEHLULA MANYE,MMEMEZI OMHLOPHE, SONDEZA, MTHUNYELELWA,UZIBUTHE IKHUBALO, WOZA WOZA, UNGINAKILE, ABAPHAPHI.

ukuphupha umzaneno

Amaphupho ngomuthi umzaneno , kuchaza ukuthi ukuphupha umuthi umzaneno ? ukuphupha umuthi umzaneno ngabe kuchazani? kumele ubheke umsebenzi womuthi, nendlela umuthi oyiyo, ikhona okuzokutshela ukuthi amaphupho omuthi achaza ukuthini?

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

Izincazelo zemithi