Isipili isibuko (mirror) esikhumbisa izimfihlo it could be umthakathi or isitha sakho. Uphuza umuthi ungadlile noma uchathe ngomuthi depending isangoma sakho senza kanjani? Emva kwalokho lomuthi ochathe ngawo unyuke uye ekhanda bese ubona izinto esibukweni. Angikaze ngiye kohlola ngesibuko, ngichazelwe ngabantu abake baya kohlola ngesibuko. Bathi uyakwazi ukubona umuntu okutshontshele izinto esibukweni. Uma ulahlekelwe yinto uyakwazi ukuya khona wenze isipilo ubone lowo okutshontshelile. Isipili mirror
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |