Ikhathazo (iqwili) wenzani
Ikhathazo (iqwili) liyangena emthini wokufuna umsebenzi, liyangena emthini wokususa isichitho,
liyangena emthini yokucupha umfazi noma indoda kwezomathandana, uyangena emthini wokukhipha isilwane.
Iyangeni emthini yesibango. Uyangena emthini lapho ufuna umuntu akulalele. Umuthi wokucupha abathakathi.
Ukubuyisela emuva izindu-ku ezigadla kuwena. Liyangena emthini yokususa umeqo. Uyangena emthini webhola.
Ikhathazo umuthi lo ongena ezindaweni eziningi nalapho ufuna ukuvala isibhamu khona uyangen lomuthi.
Ikhathazo ulikha ebusika ngoba ehlobo lingenisa izulu, uma ulikhe ehlobo uligcoba ngobulongwe bese ulibeka
kude nezindlu lize lomele khona bese uyalisebenzisake. Ikhathazo lixutshwa nonsukumbili ukuchathela umzimba obuhlungu.
Susa isikhova ekhaya
iskhova esikhala ebusuku ngo 12 kuvuke wonke umuntu ekhaya, biza intombazane
engakagangi nabafana ichele mase lithambeme ilanga noma kuchele ugogo wasekhaya ona 70 kunyuka:
umuthi wokuphindisa izinduku emuva.
Chela ikhulumise uphindise emuva iyagquma iyageza iyaphalaza
| Comments |
|
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? |
Indlela yokusebenzisa imithi yesintu
Imithi yesintu isetshenziswa ngezindlela ezahlukene. Nazi izindlela ezijwayelekile zokusetshenzisa imithi:
- Ukuphalaza - Ukuphuza umuthi oxutshiwe bese uhlanza (ubuyelisa). Lokhu kuhlanza isisu kanye nomzimba. Umuthi uxutshwa emanzini abandayo noma ashisayo bese uphuzwa ekuseni ungakadli.
- Ukugeza - Ukugeza ngomuthi emzimbeni wonke. Umuthi ufakwa emanzini ashisayo bese ugeza ngawo umzimba wonke, ikakhulukazi ubuso nezandla. Lokhu kusiza ukukhipha amashwa nokuhlanza umoya.
- Ukufutha - Ukuhlala phezu kwebhodwe elibilayo elinomuthi, uzimboze ngengubo. Umhwamuko womuthi ungena emzimbeni ngesikhumba. Lokhu kusiza ukuvula amathuba nokukhipha izinto ezimbi emzimbeni.
- Ukuchatha - Ukufaka umuthi ngomzimba wangasese. Lendlela isetshenziswa kakhulu lapho kudingeka umuthi ungene emzimbeni ngokushesha.
- Ukushunqisa - Ukushisa umuthi owomile bese uphefumulela intuthu yawo. Impepho iyisibonelo esikhulu somuthi oshunqiswayo. Lokhu kusiza ukukhuluma namadlozi nokuhlanza indawo.
Isexwayiso: Gcina imithi kude nezingane. Bonana nenyanga noma isangoma ngaphambi kokusebenzisa umuthi ongawazi.
Video efundisa ngemithi yonke