Squnga uyasizebenzisa ukulahla isilwane sithakwe neminye imithi, uyageza ngaso ukususa imimoya emibi, siyangena emithi yokukhipha isichitho, uma bewuhamba endaweni enemimoya noma bewuphuma lakushonwe khona, uququda isiqunga usikwife emakhanda ezingane zakho uma usufika ekhaya ukuze zingangenwa yimimoya, uyageza ngesiqunga uma kade uthinte umuntu oshonile.
Isiqungwa uses:Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |