Ndabi ngehlele yenzani?

Ndabingehlele umuthi uyathakwa neminye imithi ukuze uvuse imizwa, wenza umuntu awesilisa osheshayo athathe isikhathi, Elinye igama lalesihlahla inyathelo. Undabungehlele umuthi uthakwa neminye imithi ukuze ukhulise into yakho muntu wesilisa. This herb is used by native people in south africa to boost energy.

Ukuphupha undabingehlele

Amaphupho ngomuthi undabingehlele, kuchaza ukuthi ukuphupha umuthi undabingehlele ? Ukuphupha umuthi undabingehlele ngabe kuchazani? Kumele ubheke umsebenzi womuthi, nendlela umuthi oyiyo, ikhona okuzokutshela ukuthi amaphupho omuthi achaza ukuthini?
Ingcino isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Uyangena kumuthi wokuxosha umuntu empilweni yakho, uyangena kumuthi wokuxoshisa umuntu emsebenzini. Iyangena emithini yokwenza inkomo yowesifazane ibe mnandi. Umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokulanda isikweletu.
Umababaza (NDONGANA ZIBOMVU) SGENAMA isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini yesibambelelo, umuthi wokuthandeka, ukhipha isilwane, ukhipha isichitho. Uyachatha, uyageza, uyaphuzwa uma uzolala nomuntu wakho. Uyachela egcekeni.
Mabelejongosi isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Uqeda izinduna, uvusa imizwa, uvula inzalo, wenza ushelwe kakhulu, umuthi wogazi, umuthi wesikhundla, umuthi wokuthandeka. Uyafutha, uyaphalaza, uyachatha. Umuthi wokukhulelelwa.


Video efundisa ngemithi yonke

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
?