Rozlina wenzani

Loslina umuthi wokuthi uthandeke ube nogazi , ubiza izinhlanhla kuthiwa uma uwusebenzise kakhulu izinsizwa azikuthandi zihlale zikuhalela ukukushaya ngenduku noma ungenzile lutho.

Losilina / Roslina / Rozlina Umuthi wokuthandwa emsebenzini nesikhundla. Uyangena emthini wezintombi noma wokuqonywa. Umuthi wokuvula inhlanhla. Uyangena emthini yokuthoba izinyawo ezibuhlungu. Uyangena emthini yokudonsa imali.

Wenzani roslina?

Rozlina wenza abantu besilisa bakushaye? uma ukholelwa ekutheni uroslina wenza abantu besilisa bakuthathe kancane, wuhlanganise nomuthi umhlonishwa uma uwusebenzisa ukuze abantu bezokuhlonipha futhi ngesikhathi esisodwa bakuthande.

umuthi othakiwe ngoRoslina

Umuthi wokuthandeka lona othakiwe sisebenzisa uLoslina ebesixoxa ngayo ngenhla

umuthi wenhlanhla kanye nokuthandeka

ucacisa izinto, uletha inhlanhla , ukwenza uthandeke abantu bakukhonze futhi. Awunabungozi. ake sithake amakhambi sikwenze uthandeke kakhulu abantu bonke. umuthi wogazi lona. umuthi wenhlanhla lona, Umuthi wokuthandwa izintombi or uma uyintokazi umuntu wokuthandwa amadoda lona. Qguma or futha ngalomuthi, phalaza ngalomuthi, geza ngalomuthi.

Ihlalanyosi isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? ufaka emithini wokubiza imali, liyangena kwizinhlanga zemali, ufaka emithini wokuthandeka. ufaka emithini yokuhlonishwa. iyangena emithini yokuvula okuvaliwe.
Mphenduli / Mpenduli isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? usetshenziswa emithini yokuvula okuvalwe ngabantu. Uyangena emuthini wempumelelo. Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwizikhafulo. usetshenziswa emithini yegobongo.
Ikhathazo (iqwili) isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? ufaka emithini wokufuna umsebenzi, ufaka emithini wokususa isichitho, ufaka emithini yokucupha umfazi noma indoda kwezomathandana, uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wokukhipha isilwane. Iyangeni emithini yesibango. uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini lapho ufuna umuntu akulalele. Umuthi wokucupha abathakathi. Ukubuyisela emuva izinduku ezigadla kuwena. ufaka emithini yokususa umeqo. uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini webhola.

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp