Igama lesayensi le-Intolwane ngu-Elephantorrhiza elephantina, elaziwa ngesiNgisi ngokuthi i-"elephant's root" noma i-"eland's wattle". Lesi isihlahlana esiphansi esingowomndeni wezitshalo i-Fabaceae, esitholakala kabanzi eSouthern Africa, kusukela eMozambique, eZimbabwe, eBotswana nase-Namibia kuze kufike e-Eswatini, eLesotho naseNingizimu Afrika.
Intolwane in english is called Elephantorrhiza elephantina it is small plant that does not grow big.
Intolwane umuthi owenza izinto eziningi lomuthi uyaphalaza ngamanzi afudumele ukhiphe inyongo, umuthi wesifuba, uyasebenza as umuthi wesisu, intolwane iyasebenza futhi njengembiza. Intolwane yenzani kumuntu wesifazane, Umuthi oqeda amanzi enanazi kumuntu wesifazane. Inciphisa inkomo kumuntu wesifazane. Umvusanduku, intolwane umvusankunzi iyathakwa neminye imithi ukuze ilungise imizwa yomuntu wesilisa. Intolwane iyangena emithini yokukhipha isichitho kanye nesinyama
Malusi Ngicela usizo Umuntu wami uhlushwa ukopha okunganqamuki, kubi impela ngoba last week ubeyothola igazi esibhedlela but kunhlanga zimuka nomoya
Admin Ake uzame intolwane iyodwa nje izokuqeda nya ukopha.
Maka Boy Sanibona ngicela ukbuza yn engangsiza isisu sami sigcwala umoya ngsuze uwayawaya noma ngingachatha kyefana melikhona ikhambi elingangsiza cela ningyalele pls ngkhathele uksuza
Admin Phuza intolwane uzoba right makaBoy
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.