Yini umakhalekhukhwini yi cellphone umakhala ekhukhwini ngesizulu, zulu essay inkulumo elungiselwe ngobubi be cellphone. Ububi buka makhalekhukhwini ukuthi buyaphazamisa emihlanganweni uma ungavaliwe, isikhathi esiningi umakhalekhukhwini uba nama games amaningi ahehayo ongagcina uwadlala usuku lonke uze ugcine ungafundi. Ubuhle kukamakhalekhukwini ukuthi uyakwazi ukuxhumana nabantu ngokushesha ikakhulukazi uma kunesimo esiphuthumayo, akusafani nakuqala lapho kwakuthunyelwa iposi khona. Ubuhle umakhalekhukhwini esikoleni kumakhalekhukhwini kunolwazi oluningi olungasiza abafundi ukuze baphase, isibonelo: kune youtube enama videos awowonke ama topics ekufundwa ngawo, uma usesha topic ekuhlulayo uzothola othisha abazokuchazela yona.
Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |