Ukubulawa kwabantu besifazane

Ukubulawa kwabantu besifazane Kanye nezingane yinto uhulumeni okumele ayibhekisise umsuka wakho ukuthi kwenziwa yini futhi kungaqedwa kanjani? Ake siqale ngabantu besifazane kumele bawazi amalungelo abo ukuthi uma indoda ikuhlukumeza unalo ilungelo lokushiya othandweni noma ngabe ushadile, isikhathi esiningi abantu besifazane ababulawayo basuke kade behlukumezeka othandweni, kuhle ushiye lento isaqala angaze akubulale.

Ukubulawa kwabantu besifazane nezingane yicala, ababulalayo kumele babhekane nengalo yomthetho. Amaphoyisa kanye nenkantolo kumele benze umsebenzi wabo ukuze abenza okubi bezoboshwa lokhu kube yisibonelo nakwabanye abangabahloniphi abantu besifazane kanye nezingane.

Singagxeka abantu besilisa kuyenzeka abantu besifazane nabo babe nesandla ekubulaweni kwabo lapha ke sesisebenzisa inkolelo yomuthi wasemandulo, umuthi oyidliso uyayenza indoda ihlanye, ibe nesikhwele , yenze izinto ezingasile igade umuntu wesifazane. Inkingake othisha abakholelwa kwidliso ngoba bona bafundile so ungaliyeka leliphuzu.

umuthi wokuphasa wama students

Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni

Join Grade 12 students whatsapp group

Grade 12 Matric whatsapp groups

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
https://my-pet-extra.store/ whoah this blog is fantastic i like studying your articles. Stay up the great work! You recognize, lots of individuals are searching around for this info, you could aid them greatly. https://my-pet-extra.store/
167 posts
Reply
http://clients1.google.com.lb/url?q=https%3A%2F%2Fmy-pet-extra.store/ That is a good tip particularly to those fresh to the blogosphere. Brief but very accurate info… Many thanks for sharing this one. A must read post!http://clients1.google.com.lb/url?q=https%3A%2F%2Fmy-pet-extra.store/
167 posts
Reply
?
 

Funda uqhubeke

izincazelo zamaphupho

Iziwasho nemithi

izithakazelo

izisho nezaga

Amagama esizulu izincazelo