Izinombolo ezilugweje

What is ugweje? ugweje is a zulu word which mean odd numbers. Ugweje yinombolo engadavayideki ngo 2, Izinombolo ezilugweje in english means odd numbers, lezo yizinumber ezifana no: 1,3,5,7,9. izinumber lapho u-2 engena khona bese kusala insalela.
Izinumber ezingelona ugweje ake sibheke lezo zinamaba. Lezi ezingelona ugweje sizibiza ngama even numbers. Even numbers in Zulu izinamba lezo okungena khona u 2 bese kungasali lutho. isibonelo: 2,4,6,8,10. Zitholakala kanjani izinombolo ezingelona ugweje (even)? Uma uhlanganisa izinombolo ezingelona ugweje uthola umphumela ongelona ugweje. An even number by definition has no remainder when divided by two. Adding it to another even number will generate no remainder as well. In other words: even + even = even. nasi isibonelo: 4(even) + 6(even) = 10 (even). Asikadeqi lapho even numbers can also be produced by adding two odd numbers : odd + odd = even. nasi isibonelo: 3 (odd) + 5 (odd) = 8 (even). Asikaqedi lapho izinumber ezi even futhi ziyenzeka uma uphindaphinda noma iyiphi inombolo ngo 2. isibonelo: 3(odd)*2(even) = 6 (even) esinye isibonelo, 2(even)*2(even) = 4 (even).

Here is the summary of even numbers vs odd numbers.
Odd numbers in zulu ugweje.
Even numbers in zulu izinombolo ezingelona ugweje
Ugweje numbers in english is odd numbers
Even numbers are numbers that have a remainder of zero when divided by 2.
Odd numbers are numbers that have a remainder of 1 when divided by 2.


Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

izincazelo zamaphupho

Iziwasho nemithi

izithakazelo

izisho nezaga

Amagama esizulu izincazelo