Ngamakhono singaziphilisa

Ngamakhono esinawo indlala ingaphela ngoba amakhono akhokhela ngaphezu kwemisebenzi yemfundo isikhathi esiningi, abadlali bebhola bakhokhelwa izigidi zemali, abadlali besibhakela bahola itshe lemali njalo uma bekade bedlala isibhakela. Uma sikhuluma ngekhono asikhulumi ngezemidlalo kuphela, umculo uyikhono abaculi benza izigidi zemali, akukaze kugcwale kwimboni yabaculi, akufani nemisebenzi efana nothisha lapho uzwa kuthiwa akusaqashwa khona, emculweni abacula kahle bahlale belandelwa ngabalandeli bomculo beyenza imali. Umculi oyedwa isibonelo: ubabes wodumo ngesikhathi esadume kakhulu wayewenza no R100 000 ngokucula emcimbini owodwa. Amakhono maningi , amanye awo achaza umsebenzi wezandla, okungaba ukuthunga, ukudlala isigigci, ukudansa, ziningi izindlela zokuziphilisa usebenzisa ikhona, kulula ukuthenga iphone ebizayo ushuthe ama video ayiziqephu, wenze imali ngalokho, uthole abalandeli, isibonelo: u king nuba, wenza imali ngokuqala azihlekisele ku facebook.

umuthi wokuphasa wama students

Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni

Join Grade 12 students whatsapp group

Grade 12 Matric whatsapp groups

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
?
 

Related articles

  1. Ukubekezela kuzala impumelelo
  2. Usizi oluthwelwe othisha ezikoleni
  3. Lehlile izinga lenhlonipho entsheni
  4. Imibono ngokufunda zonke izifundo ngesingisi
  5. Amasu okunqanda ukulwa kwabafundi eskoleni
  6. Ukubaluleka kobuchwepheshe esikhathini samanje
  7. Ukunubezwa kwemvelo kunemiphumelo yakho
  8. Ubunzima obuthwala omama
  9. Umbono wami ngokuthandana kobulili obubodwa
  10. Umzali ubalulekile
  11. Inkulumo elungiselelwe
  12. Ukungaphephi kwabafundi ezinkundlen zokufundela
  13. Amasu angenziwa ukugwem ukukhulelwa kwabafundi
  14. Ububi nobuhle bokuhlalisana nabantu bokufika eningizimu africa
  15. Amasiko esintu owathandayo nalawo ongawathandi
  16. Izidakamizwa zinomthelela omubi emphakathin esiphila kuwona
  17. Ukuhlukunyezwa kwamalungelo ezingane
  18. Ngamakhono esinawo singaziphilisa

Read more articles

izincazelo zamaphupho

Iziwasho nemithi

izithakazelo

izisho nezaga

Amagama esizulu izincazelo