Izimpethu

Impethu is a zulu word in english impethu means a maggot, izimpethu means maggots. You will find maggots in rotten and dead stuff. Impethu yinto enyanyekayo engadingeki eduze komuntu ophilayo.

Ukuphupha izimpethu ezimhlophe kungachaza isichitho noma ukungalungelwa kwezinto. Ukuphupha izimpethu eziningi ezincane noma eziningi kuchaza ukonakala kwezinto. Izimpethu endlini zijwayele uma kukhona into ebolile endlini, noma ebolile eseduze nendlu, kuyenzeka abantu basole ubuthakathi ngoba bebona izimpethu. Uma kwenzeka ubona or ukuthola izimpethu endlini yakho, bhekisisa kuqala ziqhamukaphi. Kuke kwenzeke kubekhona into efile ngaphandle izimpethu zingene ngomnyango, bheka siningi kweliphi isayidi, uma zihamba zihamba ziya kweliphi isayidi. Faka umadubula endlini yakho ukorobhe ngawo phansi. Izimpethu ziyalethwa isichitho. Uma ubona izimpethu embhedeni yisichitho leso.

Ukuphupha izibungu endlini zihamba ebondeni kuchaza izichitho noma isinyama esikuhlasele, kumele uzame umuthi wokukhipha isichitho nowokukhipha isinyama. Kuleli page sizokunika imithi yokukhipha isichitho, funda kulama links angezansi.

Ukugeza isinyama sezimpethu udinga ukubulala izimpethu kuqala bese uchetha ngoshibhoshi, ulandelise ngamanzi olwandle, kilina indlu yakho yonke.

Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
Were do I get help
167 posts
Reply
?
 

izincazelo zamaphupho

Iziwasho nemithi

izithakazelo

izisho nezaga

Amagama esizulu izincazelo