Yini isinciphiso, kulapho sithatha igama lento enkulu kodwa siyenze ibencane. Lapho sizobheka izinciphiso examples ukuze siqonde ukuthi izinto zincishiswa kanjani? Esikhundleni sokuthi sichaze into ukuthi incane kunokujwayelekile izinciphiso zenza umsebenzi ube lula. Ake senze isibonelo: Ingane ifike nekopi elincane, lomusho sinawushintsha sikhiphe ukuthi ikopi belincane siwubhale kanje ingane ifike nekotshana , uyabona ke umusho wethu ufundeka kahle, iwona ke umsebenzi wezinciphiso lo. Sizobheka isibonelo zezinciphiso zamagama noma izinciphiso zamabizo.
Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |