Igama lesayensi luka-Uzeneke ngu-Haemanthus albiflos, olunye igama lalo ngesiNgisi yi-"paintbrush". Lesi isitshalo esinombondo (bulb) esihlala luhlaza unyaka wonke, esingowomndeni wezitshalo i-Amaryllidaceae. Sitholakala ogwini nasezintabeni zeNingizimu Afrika, kusukela eNingizimu yeKapa kuze kufike KwaZulu-Natal, futhi sithanda izindawo ezipholile nezinomthunzi.
Uzeneke umuthi owenza isiwasho senhlanhla. Uzeneke uyangena emthini yokuthandeka. Uzeneke uyangena emithini lapho uthakwa nodumba ukuze abantu besifazane badedele into emnandi.
Uzeneke:| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.