Home

Umzimba obabayo wenziwa yini?

Ukulunywa emzimbeni kuwuphawu lwesichitho, ngabe kuchazani futhi ukulunywa umzimba wakho wonke? Kuyenzeka kudalwe ukudla okudlile, kuyenzeka kudalwe izingubo oziqgokile ezenziwe ngenhlobo ye material engazwani nawe, kanti futhi izinkinga zezinso ziyawenza umzimba ulume, ongakwenz ukulapha umzimba olumayo ukugeza ngamanzi anesibulali magciwane. Phuma amanzi amaningi.

Ukulunywa umzimba in english is called body itches. Ukuncizelwa wumzumba kuyafana nokulunywa emzimbeni.

Isichitho ukulunywa womzimba kuyahambisana. Sicela ufunde kulama links angezansi sichaza khona izimpawo zesichitho nokuthi selashwa kanjani isichitho

Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
Ngilunywa ngumzimba ngaphakathi ngingasizwa yini
167 posts
Reply
Kuchazani ukuphupha wemuka kodwa amanzi engangcolile?
167 posts
Reply
Ngihanjwa izilwane ngaphakathi emzimbeni angidlali ebusuku ngizinwaya ngingasizakala yini layikhaya
167 posts
Reply
Ngicela ukubuza ukut kuqedwa ngani ukuluma komzimba uluma kuvele ishlungu umzimba wonk if asivelanga ngivuvuka umlomo kungaphela kanjan??
167 posts
Reply
Ngsizwa yini umzimba uyaluma ngevele into engthi isihlungu if ngzinwaya
167 posts
Reply
Ndicela uncedo ndirhawuzelelwa ngu mzimba ndawo yonke okokoko phakathi kwabantu noba sendihlambile nakwi private parts luma kabi nempilo yam ayihambi kakuhle
167 posts
Reply
?
 

izincazelo zamaphupho

Iziwasho nemithi

izithakazelo

izisho nezaga

Amagama esizulu izincazelo