Xoxa ngempumelelo yombhali ekwethuleni isizinda salomdlalo othi ubhuku lwamanqe. Impendulo yakho mayibe ubude obuphakathi kwamagama angama 340 to 390. Impendulo mayibhekiswe kulokh okulandelayo:

Cela ningisiza. Indikimba ubugebegu nothando lwemali. Ikhuluma ngowesifazane owayengathembekile emshadweni wakhe enezinfihlo. Ikhuluma ngothando lwemali futhi. Abalingiswa uPhindisiwe uNkosikazi kaThamsanqa ,UMaMhlongo uMakaThamsanqa noBaba wakwakhe uMathonsi,Nkululeko isoka laPhindisiwe lakudala,Maqoba uMngani kaNkululeko noSikela UPhindisiwe uFonelwa uNkululeko ngenhloso yokucela ukuthi babuyelane ngoba esephumile ejele kanti uPhindisiwe useshadile noThamsanqa uze wamnika ingane kaNkululeko uZiphozonke wathi ikaThamsanqa kungeyona ...ube wala uPhindisiwe ukubuyelana noNkululeko wabe uNkululeko ethi uFuna okungokwakhe ngoba isithembiso amthembisa sona esehluleka isona ekubeni uNkululeko waboshwa ngenxa kaPhndisiwe washayisa ingane yashona wabe icala lethwalwa uNkululeko

Ubhuku lwamanqe isizinda

Thina umiss wathi uqale uchaze ukuthi yini isizinda uyasho ke ukuthi sihlukaniseke izinxenye ezintathu indowo,inkathi, isimo senhlalo

Isizinda ubhuku lwamanqe

Isizinda ilapho kwenzeka khona umdlalo isizinda sihlukana kathathu kuba indawo ,inkathi kanye nesimo senhlalo
Indawo sibheka ukth umdlalo wenzeka kuphi kungabe wenzeka emakhaya noma edolobheni
Lomdlalo wenzeka ezindaweni eziningi
Emzini kaMathonsi-
Ephumula section
Ebhange iForum
Ehhovisi likaThamsanqa
Enkantolo kwaZibuse
Inkathi-sibheka ukth umdlalo wenzwka enkathini yamanje noma ngesikhathi sezinguquko noma enkathini yakudala
Lomdlalo wenzeka enkathini yamanje
Lapho osekwande khona izenzo zobugebengu ezibandakanya nabantu besifazane
UNkululeko nabangani bakhe basizwa uPhindisiwe ekuntshontsheni imali ibhange
UThamsanqa unommeli ambikela izinto
Isimo senhlalo-sibheka ukth abalingiswa bahlalisene kanjani
Isimo senhlalo kulomdlalo siyaguquka sibasihle siphinde sishube

Ucabanga ukuthi ukuhlala endaweni yakwa mashu kukabafana kwaba namuphi umthelela kubantu ayesondelene nabo ??sekela impendulo yakho

Chaza ubunjalo nokuvezwa kwabalingiswa

Mina umbuzo omude kwidrama Othi phawula ngomlingiswa ongummeleli.

Ubhuku lwamanqe

okwenzeka kuVuthondaba ilapho uNkululeko eqala efonela uUphindisiwe mayesuka waya KwaMathonsi eyotshela abakaMathonsi ukuthi uPhindisiwe wayekese enganele khona.
okwenzeka kaMathonsi emva kokufika kaMathonsi uMamhlongo beno Mathonsi sebakhungathekile abasazi okukona kona kuyikho badunyelwa amakhanda ngalokhu abakuzwa ngoNkululeko
Inhloso yombhalo ukufundisa noma ukusiqhwashisa ngobugebengu obuhleliwe
Cha Kwakuungafanele ngoba ekugcineni kwabaholela ekutheni beboshwe futh uMaqoma wayengasiso neze isihlobo sika Nkululeko nalobo kusewubugebengu obuhleliwe

udweshu lwe Noveli ethi ubhuku lwamanqe. udweshu luqala lapho uNkululeko ephuma ejele esefuna iyntozakhe ku phindisiwe okunjengezi ngane zakhe o Ziphozonke.

Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

izincazelo zamaphupho

Iziwasho nemithi

izithakazelo

izisho nezaga

Amagama esizulu izincazelo