Impukane in english is called a fly, impukane iyisilwane esinyanyisayo esisondelene nokugcona, sihlala kumakaka, emva kalokho sihlale ekudleni, nasezilondeni. Impukane iqala ibe yimpethu uma isayincane. Izimpukane eziningi ekhaya zidonswa ukugcola, zidonswa yinyama noma into efile. Isichitho sezimpukane senza ukuthi uhluhlwe yizimpukane uma unomuntu wakho sibe ziningi zikulandele. Ukuphupha izimpukane eziningi futhi nakho kukhona isichitho. Kunezimpukane ezinyanyisayo lezi eziwumbala oluhlaza, impukane eluhlaza.
Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |