Intethe or intothoviyane in englih is a Grasshopper , iqhwagi in english is a locust. Iqhwagi endlini alijwayelekile, kodwa liyangena endlini kalinankinga. Iqhwagi ke leli elinganuki, elidla umbila liba brown elinye libe luhlaza, libizwa ngombileni (informal) liyadliwa abafana bokwelusa, bese kubakhona ekuthiwa isiteku or isiteki, iqhagi lelo elinganuki elihlala esikhotheni lijwayeleke ukuthi uma uhamb otshanini livele lisuke lindize ngokushesha. Ukuphupha amaqhwagi amaningi kuchazani, ngokujwayelekile amaqhagi ephusheni amele izinkinga ezizayo empilweni yakho, iqhwagi endlini kalisho lutho kalilethi amabhadi futhi akusiso isilwane sendlozi.
Ukuphupha intethe kubalulekile ukuthi uyiphupha intethe yenzani, kulapho intethe izokuchazela yona ukuthi ifunani ephusheni lakho, izintethe eziningi zingachaza indlala noma isifo.
Intethe endlini kuyenzeka intethe igxume ize ingene endlini, ungakhathazeki kakhulu ngentethe endlini isikhathi esiningi ayisho lutho. Isuke izihambela njengoba inamaphiko iyandiza injalo.
Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |