imbuli ngu xamu yini?

Imbulu islwane esmise kukaxamu kodwa sikhulu kunoxamu , sihlala emfuleni , siziphilisa ngokuluma izilwane zizophuza manzi bese silandela ngemuva uma u poison waso usungenile sbona ngokuth islwane slale phansi sife bese sfika syasidla ke
(2) umuntu owenza ngath uyakthanda kanti uyazenzisa akakfiseli okuhle futhi uk'khuluma kabi
(3) insila ikakhulukazi eba ngem'va kweqakala kumuntu ongazithandi

Imbulu yisilwane esihlobene noxamu nezingwenya kanjalo namabanda, sona sinomsila othanda ukubamude ke, siyahluka ngemibala kodwa kuyangendawo esihlala kuyo, sithanda ukubamnyamana okungacacile, okungathi kungcolile. Sivame ukutholakala ezindaweni ezingasondelene namanzi. Nasezihlahleni ezingezinde siyakhona ukukhwela kuzo. Sinomkhutshana wokuncela izinkomo ezinobisi ke, inkomo uyibona ngokusikeka imibele ukuthi kade incelwa yimbulu. Nokunye futhi sivamise ukubanga umsindo ongathi siyahonqa uma sikubona usondela ngakuso wena ungasiboni.

Yini imbuthuma, imbuthuma umlimo omkhulu ovuthayo owothiwayo, akuwona umlilo weqele, kodwa umlilo obasiwe onamandla.

Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

izincazelo zamaphupho

Iziwasho nemithi

izithakazelo

izisho nezaga

Amagama esizulu izincazelo