Ukubambisana phakathi komphakathi nohulumeni

this is a grade 12 matric essay that is written in zulu, the essay talks about a relationship between the public and government. Why is it important for the community to work together with government? What happens if the government doesnt listen to the people? We will explore the essay below.

Ukubambisana kulapho abantu abaningi besebenza ndawonye, noma umphakathi uhlanganyela ekwenzeni into, ukubambisana kuyindlela yokusizana. Lapha sizobheka ukubambisana phakathi kukahulumeni kanye nezakhamuzi. Umsebenzi kahulumeni ukubhekelela izakhamuzi, uma uhulumeni ehambela kude nezakhamuzi akubi khona ukujabula ezweni, ngoba uhulumeni uphila ngentela yethu, akasoze abakhona uhulumeni ngaphandle kwabantu. Emzweni amaningi kuba nendlala, imisebenzi ingabi khona, uhulumeni abe nenkohlakalo adle izimali umphakathi ulambile kulaphoke uhulumeni ediswa ukwethuswa ngoswazi.

Ukubambisana phakathi komphakathi nohulumeni kuyasiza ngoba uhulumeni akazi ngempela ukuthi umphakathi ufunani, ngabantu abazotshela uhulumeni ukuthi bafuna imigaqo endaweni ewukuthi, bafuna amanzi ezindlini endaweni ewukuthi. Uma uhulumeni ebambisene nomphakathi intuthuko nenqubekela phambili izobakhona , isibonelo: umasipala akawazi ukubona uma ipayipi lamanzi liqhumile, abantu kumele bafonele umasipala uma kunepayipi eliqhumile uma lokho kungenzeki umasipala uzolahlekelwa yimali eningi ngamanzi achithekayo angayi ezindlini zabantu.

What if government is not working together with the public.

Lapho uhulumeni engabambisene nomphakathi kujwayele ukusuka izidumo nezibhelu abantu bevala imigaqo beshisa amathayi ngoba abeneme indlela uhulumeni obathatha ngayo, uma uhulumeni engazixaki ngezidingo zabantu abantu bazoyeka ukumvotela. uzobona kuhlale kunokungezwani phakathi kukahulumeni nabantu, abanye abantu baze bathi "ngizovotelani ngoba uhulumeni akangisizi ngalutho"

umphakathi namaphoyisa

Amaphoyisa ayizithunywa zikahulumeni, amele uhulumeni ukugcina umthetho, isikhathi esiningi ke umphakathi awusebenzisani namaphoyisa ukukhipha izigebengu, abantu bafuya izigebengu ezaziwayo emphakathini kodwa bangabambisani nohulumeni ekutheni zicetshwe noma ziboshwe. ngesinye isikhathi kuba nezigameko zobugebengu kubekhona abasondelene nalowo abaziyo ukuthi ubani wenza ukuthi ngenxa yokuthi uhulumeni akabambisene nomphakathi uma ungayompimpa isigebengu uhulumeni uzobuya athi "wena uthe usipho untshontshile" umphakathi awukuthandi lokho ngoba isigebengu sizobuya nabangani baso ejele bakubulale. Ukuba uhulumeni uyabambisana nomphakathi ngabe uyazi ubungozi bokumpimpa umuntu, ngabe lokhu kwenziwa imfihlo, izizathu ezinje zenza umphakathi ungabambisani nohulumeni.

Funda article ephelele lapha ngezansi

ukubaluleka kobuchwepheshe esikhathini samanje English article
ukubaluleka kobuchwepheshe esikhathini samanje ngesizulu

umuthi wokuphasa wama students

Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni

Join Grade 12 students whatsapp group

Grade 12 Matric whatsapp groups

Related articles

  1. Lubaluleke ngani usiko lokuhlonipha
  2. ukubekezela kuzala impumelelo
  3. usizi oluthwelwe othisha ezikoleni
  4. lehlile izinga lenhlonipho entsheni
  5. Imibono ngokufunda zonke izifundo ngesingisi
  6. amasu okunqanda ukulwa kwabafundi eskoleni
  7. ukubaluleka kobuchwepheshe esikhathini samanje
  8. ukunubezwa kwemvelo kunemiphumelo yakho
  9. ubunzima obuthwala omama
  10. umbono wami ngokuthandana kobulili obubodwa
  11. umzali ubalulekile
  12. Inkulumo elungiselelwe
  13. ukungaphephi kwabafundi ezinkundlen zokufundela
  14. Amasu angenziwa ukugwem ukukhulelwa kwabafundi
  15. amasiko esintu owathandayo nalawo ongawathandi
  16. izidakamizwa zinomthelela omubi emphakathin esiphila kuwona
  17. ukuhlukunyezwa kwamalungelo ezingane
  18. ngamakhono esinawo singaziphilisa

Read more articles

Sithumelele essay yakho

Uma kukhona isihloko se essay osidingayo ongasitholi sicela wenze icomment lapha ngezansi sizozama okusemandleni ukukusiza


Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
Okungenziwa Ukuqeda Ukulwa Kwabafundi Ezikokeni
ubunzima obubhekene nabazali esikhathini samanje inkulumo elungiselelwe
 

Iziwasho nemithi