Bathi hlonipha abazali...ayi abakho kuphela wonke umuntu kuze impilo yakho yande ezweni. Izibusiso nehlahla kuyashesha ukutholakal mawunehlonipha. Lubaluleke ngani usiko lokuhlonipha? Inhlonipho iyona eyenza ukuthi sikwazi ukuphilisana singabantu esenza sizazi ukuthi singobani sibe yisizwe sokuthula noxolo usiko lokuhlonipha luhamba ibanga elide kakhulu ngoba akusiye kuphela omncane okumele ahloniphe kanjalo nomdala kumele ahloniphe omncane ingakho kukhona nesaga esithi kuhlonishwa kabili uma unenhlonipho nabantu bayakuthokozela ukuba khona kwakho okukwenza kubeyisibusiso lokho inhlonipho ikuvulela ezindaweni ezingi nala ubungeke ucabange ukuthi ungafika khona ngenxa nje yenhlonipho iyodwa
Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |