izinga lenhlonipho essay

Lehlile izinga lenhlonipho ezikoleni inkulumo elungiselelwe, ngabe lehliswa yini izinga lokuhlonipha? izinga lokuhlonipha liyehla ezikoleni hai ezikoleni kuphela ngisho emiphakathini esikuyona. kubonakala kanjani ukuthi izingane lenhlonipho liyehla? kubonakala ngokuthi izingane zesikole ezibizwa ngabafundi zingabalaleli othisha, zigolozele othisha zilwe nothisha, zisebenzise ulimu olungavumelekile esikoleni.

kungangaqedwa kanjani ukungahloniphi kwabafundi ezikoleni? qhamuka namasu ongaqoba ukungahlonipho kwabafundi esikolen sakho. okokuqala abafundi kumele bazi ukuthi uthisha ungumzali. uthisha akasiye umngani womfundi, umfundi uma ekhuluma nothisha kumele azi ukuthi ukhuluma nomzali.

Nabo othisha kumele bahloniphe abafundi, kuhlonishwa omdala kushonishwa omncane, uthisha ojola nabafundi nguye osuke ezethula isithunzi, uthisha naye kumele aziphathise okomzali ezinganeni, uma uthisha engayikhombisi inhlonipho kuzobanzima ukuthi nabafundi bamhloniphe. uthisha ophuza nabafundi adakwe nabafundi nohlale ebonakala endaweni edakiwe, angeke athathishwe okwathisha oyisibonelo esihle.

Read more

Funda konke ikusasa kalaziwa

Related articles

  1. ukubekezela kuzala impumelelo
  2. usizi oluthwelwe othisha ezikoleni
  3. lehlile izinga lenhlonipho entsheni
  4. Imibono ngokufunda zonke izifundo ngesingisi
  5. amasu okunqanda ukulwa kwabafundi eskoleni
  6. ukubaluleka kobuchwepheshe esikhathini samanje
  7. ukunubezwa kwemvelo kunemiphumelo yakho
  8. ubunzima obuthwala omama
  9. umbono wami ngokuthandana kobulili obubodwa
  10. umzali ubalulekile
  11. Inkulumo elungiselelwe
  12. ukungaphephi kwabafundi ezinkundlen zokufundela
  13. Amasu angenziwa ukugwem ukukhulelwa kwabafundi
  14. amasiko esintu owathandayo nalawo ongawathandi
  15. izidakamizwa zinomthelela omubi emphakathin esiphila kuwona
  16. ukuhlukunyezwa kwamalungelo ezingane
  17. ngamakhono esinawo singaziphilisa

Read more articles

Uma isihloko osifunayo singekho lapha sibhalele lapha ngezansi, sizokureseshela isihloko.
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

izincazelo zamaphupho

Iziwasho nemithi

izithakazelo

izisho nezaga

Amagama esizulu izincazelo