miningi imibhikisho

Imibhikisho ithe chithi Saka kuleli lakithi lokhu kuveza ilaka lomphakathi nokungagculiseki ngezinto eziningi abakhalaza ngazo, umphakathi awuvele usuke ubhikishe kungonakele lutho, kuhlale kunomsusa walokho, isikhathi esiningi babhikishiswa ukuthi intuthuko kayikho, kunezithembiso ezenziwayo abantu bavote uma sebevotile futhi kungenzeki lutho abantuke bacasuke bashise amathayi bavale imigwaqo, okunye kujwayelekile uma abantu bengakhala ngokulethwa kwezinto zomphakathi okunganculisi, isibonelo: ugesi ohamba njalo, amanzi ahambayo isikhathi eside. Okunye umphakathi ojwayele ukukhala ngakho ubugebengu, ukungasebenzi kwamaphoyisa, ukungalungiswa kwemigwaqo.

umuthi wokuphasa wama students

Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni

Join Grade 12 students whatsapp group

Grade 12 Matric whatsapp groups


Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

Related articles

  1. ukubekezela kuzala impumelelo
  2. usizi oluthwelwe othisha ezikoleni
  3. lehlile izinga lenhlonipho entsheni
  4. Imibono ngokufunda zonke izifundo ngesingisi
  5. amasu okunqanda ukulwa kwabafundi eskoleni
  6. ukubaluleka kobuchwepheshe esikhathini samanje
  7. ukunubezwa kwemvelo kunemiphumelo yakho
  8. ubunzima obuthwala omama
  9. umbono wami ngokuthandana kobulili obubodwa
  10. umzali ubalulekile
  11. Inkulumo elungiselelwe
  12. ukungaphephi kwabafundi ezinkundlen zokufundela
  13. Amasu angenziwa ukugwem ukukhulelwa kwabafundi
  14. ukuthandana nomuntu onengane
  15. amasiko esintu owathandayo nalawo ongawathandi
  16. izidakamizwa zinomthelela omubi emphakathin esiphila kuwona
  17. ukuhlukunyezwa kwamalungelo ezingane
  18. ngamakhono esinawo singaziphilisa

Read more articles

izincazelo zamaphupho

Iziwasho nemithi

izithakazelo

izisho nezaga

Amagama esizulu izincazelo