inkulumo elungiselelwe

Ikusasa kalaziwa essay grade 12 akekho owaziyo ingomuso ukuthi limphatheleni, kodwa ungasebenza kanzima namhlanje ukuze ube nekusasa eliqhakazile, ungambukeli phansi umuntu uzitshele ukuthi ngoba kubo behlupheka , impilo iyoba njalo nakusasa ngoba ikusasa asilazi kungenzeka kube nguwena kusasa odlala indlala lona obewumbukela phansi abuse. Kuhle wazi ikusasa alaziwa lokho kuzokusiza ukuthi usize abantu ukuze nabo bezokunceda ngomso. Uma uzitshela, uzibona uncono kungenzeka uswele udinge usizo lwabo ngoba ikusasa kalaziwa. Ungahlekisi Ngokuhlupheka kwami ngoba ikusasa Kalaziwa.

Ikusasa alaziwa ngoba lithatha osemsamo limbeke emnyango,lithathe osemnyango limbeke emsamo yimpilo Lena kumele sihloniphaneni singabantu siphila emhlabeni onameva ohlabayo kumele siwuhloniphe. Namhlanje umbukela phansi kusasa uzobe uxakekile, ungasenalutho usudinga usizo lwakhe. Uhambela phezulu nje kusasa uzoba usuhambela phansi. ungathi ngoba izinto zihamba kahle ubukele abanye phansi nabo bangafika la ukhona kanti bangakudlula futhi ngempilo.

Read more

Funda konke ikusasa alaziwa

Related articles

  1. ukubekezela kuzala impumelelo
  2. usizi oluthwelwe othisha ezikoleni
  3. lehlile izinga lenhlonipho entsheni
  4. Imibono ngokufunda zonke izifundo ngesingisi
  5. amasu okunqanda ukulwa kwabafundi eskoleni
  6. ukubaluleka kobuchwepheshe esikhathini samanje
  7. ukunubezwa kwemvelo kunemiphumelo yakho
  8. ubunzima obuthwala omama
  9. umbono wami ngokuthandana kobulili obubodwa
  10. umzali ubalulekile
  11. Inkulumo elungiselelwe
  12. ukungaphephi kwabafundi ezinkundlen zokufundela
  13. Amasu angenziwa ukugwem ukukhulelwa kwabafundi
  14. amasiko esintu owathandayo nalawo ongawathandi
  15. izidakamizwa zinomthelela omubi emphakathin esiphila kuwona
  16. ukuhlukunyezwa kwamalungelo ezingane
  17. ngamakhono esinawo singaziphilisa

Read more articles

Uma bewufuna isihloko kodwa asikho kule page sibhalele lapha kuma comment isihloko se essay yakho.
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

izincazelo zamaphupho

Iziwasho nemithi

izithakazelo

izisho nezaga

Amagama esizulu izincazelo