Ikusasa alaziwa inkulumo elungiselelwe, ukungabi nalutho akuyona license yokuphathwa kabi abanye abantu , neyokunganikwa inhlonipho ekufaneleyo... Njengoba impilo ikwazile wena kukubeka lapho okhona manje as usubukela abangathathintweni as abangadingi kuhlonishwa uwena, lalela as impilo ibenawo amandla okukubeka lapho okhona manje usubukela abanye phasi nje uthi ubewazi kuthi nawokuba akubeke lapho kukhona lo namhla ohlekisa ngaye,ingabe ubukwazi lokho, ngithanda kukutshela mahhala ikusasa alaziwa... Njengoba ubabiza ngamagama nje njengoba impilo isavume wena,uthi uyazi kuthi lawomagama angabiza wena mhla usubekwe kulendawo akuyo loso ombukelaphasi nje ? Khumbula ikusasa alaziwa ,kungaba yimi namhlanje, futhi kungaba wuwe kusasa,ungakukhohlwa lokho, khumbula likusasa alaziwa...
Ikusasa kalaziwa meaning akekho owazi ingomuso ukuthi limphatheleni. Essay ethi ikusasa kalaziwa kumele uveze ukuthi akekho umuntu okwazi ukuzikhethela ukuthi ikusasa lakhe lizobanjani. Baningi abakhule bezitshela ukuthi bayoba odokotela kanye nomabhalane, uthole ukuthi izifiso zabo azenzeki, abazali bethu abanye babo babefisa ukuba ngi president kodwa akwenzekanga lokho ngoba akekho owaziyo ukuthi ikusasa limphatheleni. Izinqinamba zomhlaba ziyalushintsha uhleli oluhlelele ingomuso, uze ugcine uba yinto owawungayifisi. Kodwa kubalulekile ukulwa uzabalaze ulwele ikusasa eliqhakazile. Ungahlekisi Ngokuhlupheka kwami ngoba ikusasa Kalaziwa
Inkulumo elungiselelwe ngaphansi kwesihloko esithi Ikusasa kalaziwa okushuthi ungambukeli phansi omunye umuntu ngoba uyodinga usizo kuyena. Idlozi lithatha osemsamu limbeke emnyango osemnyango limbeke emsamu.
Funda konke ikusasa kalaziwa
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |
Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.