uZililo umuthi wenzani?

uZililo umuthi uyacupha isidumbu somuntu oshone ngenxa yomunye umuntu. zililo umuthi uyasebenza ukwenza indoda ikuthande kakhulu ihlale ikucabanga Lentelezi ingumuthi mawuphekela ukuphalaza ukhipha izifo ezihayizisayo nezisanganisayo kanye nezifinyeza umzimba zakhe nenkwantsu. Zililo umuthi awutshalwa ekhaya ngoba ubiza ukuhlupheka, umuthi uyangena kwidliso, uyangena kwisikhafulo.

Zililo awugaye lenduku ibe yimpuphu bese uya esingangeni ufike base mlilo bese ugeza ukhiphe ukhukhala kwakho nokubalisa ukhulume uthi sitha Sami , sekwanele ubukwenza Kim akuke kuliwe ngawe manje. Qed thele lamanzi bowugeza ngawo pheko mlilo uhambe ngabheki emuva uze uyongena ekhaya.

Umalilisa vs uzililo? uzolilo ngangomunwe noma ubengaphansi kweminwe unameva angahlabi uqhakaza imbali enhle umalilisa uyakhula yena unezimpande ezifana nodlutshani unephunga elimnandi awusheshi ukoma uzililo awuqhamuki khambi kuqhamuka leyonto engangomunwe umvamisa yawo ungena ekucupheni abantu ababulewe umalilisa ungena kwezothando

ukuphupha uZililo umuthi

Amaphupho ngomuthi uZililo, kuchaza ukuthi ukuphupha umuthi uZililo? ukuphupha umuthi uZililo ngabe kuchazani? kumele ubheke umsebenzi womuthi, nendlela umuthi oyiyo, ikhona okuzokutshela ukuthi amaphupho omuthi achaza ukuthini?

ZILILO mawufuna ukuwutshala ekhaya univikele ukuthi wenzanjani ukuze usebenze kahle ngoba abelungu ubasebenzela kahle cos balandela umthetho Uzililo fanele uwutshale ngaseGatini ngaphakati or ngaphandle kodwa kumele ubeseduze nala kungena khona abantu abaze la ekhaya Rule, kumele uthi ma uwuphe wena muntu uzowutsha uwukhulumise uthi ndifuna uvikele bonke abantu abahlala la ekhaya nemfuyo yala ekhaya bese ungena nawo esangweni ufulathele ufike uwutshale,WHY ufulathela mawungena nawo yingoba abathakati bazothi babeza nezinto zabo bazongena beze ngophambili ifike lenduku ibashaye namasela izokwenzanjalo thatha ipisi kazililo lo owutshalile uyigxobe ufanke kwi20litha Ugeze wonke umuntu walakhaya omunye uchele ngawo yindlela kele owamukela ngayo lendoda uZILILO

uma unenkinga yokuthuka ebusuku uma ulale, ukususa amaphupho amabi, uvuka ebusuku uhlale ngezinqa kade ulele? Zama lemithi

Phalaza. Upheke ubile, ugeze umzimba 3days.

umuthi wezitha ukuthi zishayane zodwa, ubhaxabula izitha lomuthi. Induku yokubhaxabula izitha

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Mbindi isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wecala Ndinabembuka isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokuphindisa kubathakathi. Uyawusebenzisa ukuxosha umuntu ahambe endaweni. Uyawusebenzisa ukuxosha isithandwa or umuntu okunakayo ahlukane nawe phansi. Uyawusebenzisa ukuxosha amaphupho amabi.
Vendle isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwisikhafulo, uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wecala. umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokuthandeka. Isihlahla lesi siyathakwa sihlanganiswe nezinye izihlahla uma kwenziwa umuthi we interview nalapho kuzodinga khona ukhulume nabantu.

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?