Sukasambe / wozawoza enye ayiwona utshani wenzani

Sukasambe / wozawoza enye ayiwona utshani Uyangena kwisikhafulo. Iyangena emthini yokubiza ama customers. Uyangena emthini yemali, uyangena emthini ye promotion, isikhundla emsebenzini. Iyangena emthini yokufuna isikweletu.

Buyisa umuntu wakho ngokushesha?

Isiphephetho sothando esisebenzayo esisebenzisa iwozawoza, hlanganisa lemithi engizoyisho yome ibe impuphu uyigxobe bes uyamphephetha :

Isibunge umuthi owenziwe ngewozawoza

Umuthi wokubiza abantu or wokudonsa abantu ebhizinisi lakho, Imithi lena engezansi ayinabo ubungozi isibunge esihle lesi esiphephile.

Umuthi wokuvula inhlanhla, Ake sivule inhlanhla yakho, ukhanye nakubantu. Zikulandele izinto ezinhle..

Awuke ugqume, geze kuphela 7days, uma ufuna ukufutha khipha uzamlandela ne camphor block kulawomanzi.

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
?
 



Indlela yokusebenzisa imithi yesintu

Imithi yesintu isetshenziswa ngezindlela ezahlukene. Nazi izindlela ezijwayelekile zokusetshenzisa imithi:

  • Ukuphalaza - Ukuphuza umuthi oxutshiwe bese uhlanza (ubuyelisa). Lokhu kuhlanza isisu kanye nomzimba. Umuthi uxutshwa emanzini abandayo noma ashisayo bese uphuzwa ekuseni ungakadli.
  • Ukugeza - Ukugeza ngomuthi emzimbeni wonke. Umuthi ufakwa emanzini ashisayo bese ugeza ngawo umzimba wonke, ikakhulukazi ubuso nezandla. Lokhu kusiza ukukhipha amashwa nokuhlanza umoya.
  • Ukufutha - Ukuhlala phezu kwebhodwe elibilayo elinomuthi, uzimboze ngengubo. Umhwamuko womuthi ungena emzimbeni ngesikhumba. Lokhu kusiza ukuvula amathuba nokukhipha izinto ezimbi emzimbeni.
  • Ukuchatha - Ukufaka umuthi ngomzimba wangasese. Lendlela isetshenziswa kakhulu lapho kudingeka umuthi ungene emzimbeni ngokushesha.
  • Ukushunqisa - Ukushisa umuthi owomile bese uphefumulela intuthu yawo. Impepho iyisibonelo esikhulu somuthi oshunqiswayo. Lokhu kusiza ukukhuluma namadlozi nokuhlanza indawo.

Isexwayiso: Gcina imithi kude nezingane. Bonana nenyanga noma isangoma ngaphambi kokusebenzisa umuthi ongawazi.

Video efundisa ngemithi yonke