Igama lesayensi lika-Umtholo ngu-Senegalia caffra (elake laziwa ngokuthi Acacia caffra), esaziwa ngesiNgisi ngokuthi i-"common hook-thorn". Lesihlahla singowomndeni wezitshalo i-Fabaceae, singafinyelela ubude obungu-14m, sibe namagxolo amnyama azindla, futhi sinamaqhwa amabili aqhoqhobele afana nezingwegwe.
Umtholo umuthi ubulawo or isilawu, ubulawo bezinsizwa lezi ezeshelayo ukuze zithandeke kubantu besifazane. Umtholo uyangena emithini ehambisana nomuntu umadlozana ukukhuphula idlozi. Uyangena emithini yokwenza amagobongo. Umtholo wenza izinkuni ezinhle zokubasa.
Umuthi wokuthandwa umuntu wakho angakushisi, mubambe abe ngowakho.
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |