Umembesa umuthi

Umembesa umuthi abanye bathi Umbheso umuthi uyawuthunyisa uma uhlushwa izilwane , amagundane, izinyoka. Umembeso umuthi wokhipha isichitho zentwala nenyoka nasentelezin zezilwane. Uyachatha lomuthi.

Inkosi Yogologo Mbuso Mk Umembesa umuthi uyingozi kangakanani if ugcabe ngawo esandleni?

Bhutiti Piet Umembesa uxosha izilwane nemimoya emibi kodwa angiwazi ugcajwa esandleni.

Sompisi Ndlela Ngazi ukuthi uxosha izinyoka

Nhlalaziykhonkotha Lalazikhonkotha uyingozi umembeso mawngashaya umuntu Kanti usebenzisa izihlungu ezinomembeso angase are noma agoqane angaphinde alunge

ukuphupha umuthi umembeso ngabe kuchazani?

video umuthi membesa


Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
Ngaqolwa lomuntu wathatha imali yami kodwa lutho imithi yakho ayisebenzi #scammer
 

Ismemo/ Ismemo isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Siyangena emithini yokubiza imali. Siyangena emithini ye business. Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwisibunge, Umuthi uyasebenza ukumema abantu abahle empilweni. uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wenhlanhla.
Inyathelo isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? ufaka emithini yedlozi, ufaka emithini yokufuna umsebenzi. usetshenziswa emithini yokubulala imithi, okungaba imithi efakwe egcekeni njalo njalo. Liyaxosha imimoya emibi namaphupho amabi. Liyangena ebhandeni lokulwa. ufaka emithini wecala. Lelapha umkhuhlane, usetshenziswa emithini yokukhulelisa nokukhulelwa. Liyachatha futhi.
Isifumbathi isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Siyangena emithini yemali. Siyangena emithini yebusiness yokubiza ama customers.

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp