Ngesayensi

Igama lesayensi likaMthole ngu-Senegalia caffra (elake laziwa ngokuthi Acacia caffra), esaziwa ngesiNgisi ngokuthi i-"common hook-thorn". Lesihlahla singowomndeni wezitshalo i-Fabaceae, singafinyelela ubude obungu-14m, sibe namagxolo amnyama azindla, futhi sinamaqhwa amabili aqhoqhobele afana nezingwegwe.

Umthole isihlahla

Mthole or umthole or umtholo umuthi wemali uyathakwa neminye imithi ukuze udonse imali, eminye imithi othakwa nayo kuba:

  1. Ugelegele umuthi, sondeza umuthi, iletha umuthi,
  2. Nhlanhla emhlophe umuthi
  3. Kanye neminye
Mthole umuthi uyacupha isidumbu somuntu oshone ngenxa yomunye umuntu. Mthole umuthi uyawuthaka wenze induku yenhlanhla yemali. Lomuthi uyangena futhi emithini yenhlanhla. Isihlahla somtholo siyakhula sibe sikhulu kakhulu. Akulona ikhambi lelo kodwa yisihlahla esikhulu.

Umthole umuthi uses: Banda indoda ingabaleka noma ingahambi ngalomuthi. Isikhonkwane sothando, anisoze nahlukana mawusebenzisa lomuthi.

Ukuphupha umthole

Amaphupho ngomuthi umthole, kuchaza ukuthi ukuphupha umuthi umthole ? Ukuphupha umuthi umthole ngabe kuchazani? Kumele ubheke umsebenzi womuthi, nendlela umuthi oyiyo, ikhona okuzokutshela ukuthi amaphupho omuthi achaza ukuthini?
Jikanelanga isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwidliso, Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwisibambelelo, usetshenziswa emithini yogazi nokuthandeka.
Jundumlahleni isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Uxosha imimoya, ususa isidina, ususa isinyama uyawusebenzisa lapho waboshwa, waphuphunyelwa isisu, wadlwengulwa, washonelwa. Futhi uxosha izilwane esikuhluphayo, uyelapha umeqo. Uyathakwa emithini yokuchela.
Kalimuzi/indalicwathi isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wokubiza imali, uyangena entelezini yokuchelela abathakathi. Iyangena emithini yokuvusa induku, futhi ukalimuzi uwumpetha emithi wokuqeda umkhuhlane. Isihlahla lesi siyathakwa sihlanganiswe nezinye izihlahla uma kwenziwa umuthi wenhlanhla nokukhanyisa izinto.


Video efundisa ngemithi yonke

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
?