Igama lesayensi lika-Mayime ngu-Clivia miniata, elaziwa ngesiNgisi ngokuthi i-"Natal lily" noma i-"bush lily". Lesi isitshalo esingowomndeni wezitshalo i-Amaryllidaceae, esitholakala emahlathini eNingizimu Afrika nase-Eswatini. Sesivame nokutshalwa ezingadini ngenxa yobuhle bezimbali zaso.
UMayime umuthi osebenza ukukhipha isilwane usuke uthakwe neminye imithi. Mayime umuthi uyasebenza lapho ufuna ukubamba umthakathi khona uthakwa neminye imithi. Umayime uyawenza umuthi wecala lona osebenzisa amaphiko enkukhu neminye imithi yecala.
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |