Isibhaha umuthi

Isibhaha umuthi welapha izinhlungu emzimbeni ezingafuni ukuphela. Isibhaha siyasebenza ukuphindisa izinduku emuva kumuntu okuthakathayo, usihlanganisa nezinye izithako, bese ushisa umkhonto, uthele impuphu yesithako sakho phambili kumkhonto, bese uyakhuluma usho ukuthi akubuyele emuva lokhu okuthunyelwa kuwena.

Other names for isibhaha

Uyaqguma ngaso isibhaha wenze umuthi wokubulala umthakathi sithakwa neminye imithi uqgume ngaso isinsuku eziwugweje, wozwa kuthiwa umthakathi ushonile. Amagama esubhaha: Isibhaha umuthi or amazwi ahlabayo or sbarha. Isibhaha senzani? Singena emithini eminingi: imithi yokugadla, imithi yokuphindisa, imithi yokuvika, uyangena wenze imbiza, uyangena kwizinsizi kuningi esingakubala. Ubuhlungu esifubeni buyelapheka ngesibhaha, umuthi wokubethela uyasithatha isibhaha futhi, intelezi iyasithatha isibhaha nayo. Ikhambi elihle kakhulu leli elenza izinto eziningi.

Isibhaha uses and benefits

Isibhaha another name is aMazwahlabayo in english it called Warburgia Salutaris. Isibhaha benefits in zulu healers are calling it uzifo zonke which means it can cure all diseases. It is used for people with a weak immune system to boost the immune system. It is used by africans as muthi for many things including bad and good things. Isibhaha is used to collect debtors, it is used to fight back the witchcraft. Isibha is also used for cheast pains, when making intelezi, when kwenziwa ukubethela.

Amaphupho ngomuthi oyisibhaha. Ukuphupha umuthi isibhaha kuchazani? umuthi wokuphindisa izinduku emuva. Chela ikhulumise uphindise emuva iyagquma iyageza iyaphalaza

Umuthi wokubuyisa isikweletu kulabo abakukweleta imali.





Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
isibhaha uyakwazi yini ukusisebenzisa sosodwa ngabe senzani? uma sisodwa? engikwaziyo ngaso ukuthi uma usihlanganisa nobisi usiphuza sivuza induku
167 posts
Reply
isibhaha comment
isibhaha umuthi omuhle kakhulu
?
 

Iphengulula isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Usetshenziswa emithini yokukhipha idliso. Usetshenziswa emithini yamadlozi, Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwigobongo, usetshenziswa emithini yokuvula idlozi elivaliwe, ukuphakamisa idlozi, usetshenziswa emithini yemimoya njengokufuna ukuboniswa izinto ezithile.
Skhundla / Sikhundla isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wesikhundla, wokuphatha. Uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wokufuna umsebenzi.
Mabusana isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wesikhundla, wokuphatha. Uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wokufuna umsebenzi.


Indlela yokusebenzisa imithi yesintu

Imithi yesintu isetshenziswa ngezindlela ezahlukene. Nazi izindlela ezijwayelekile zokusetshenzisa imithi:

  • Ukuphalaza - Ukuphuza umuthi oxutshiwe bese uhlanza (ubuyelisa). Lokhu kuhlanza isisu kanye nomzimba. Umuthi uxutshwa emanzini abandayo noma ashisayo bese uphuzwa ekuseni ungakadli.
  • Ukugeza - Ukugeza ngomuthi emzimbeni wonke. Umuthi ufakwa emanzini ashisayo bese ugeza ngawo umzimba wonke, ikakhulukazi ubuso nezandla. Lokhu kusiza ukukhipha amashwa nokuhlanza umoya.
  • Ukufutha - Ukuhlala phezu kwebhodwe elibilayo elinomuthi, uzimboze ngengubo. Umhwamuko womuthi ungena emzimbeni ngesikhumba. Lokhu kusiza ukuvula amathuba nokukhipha izinto ezimbi emzimbeni.
  • Ukuchatha - Ukufaka umuthi ngomzimba wangasese. Lendlela isetshenziswa kakhulu lapho kudingeka umuthi ungene emzimbeni ngokushesha.
  • Ukushunqisa - Ukushisa umuthi owomile bese uphefumulela intuthu yawo. Impepho iyisibonelo esikhulu somuthi oshunqiswayo. Lokhu kusiza ukukhuluma namadlozi nokuhlanza indawo.

Isexwayiso: Gcina imithi kude nezingane. Bonana nenyanga noma isangoma ngaphambi kokusebenzisa umuthi ongawazi.

Video efundisa ngemithi yonke

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp