Ikhokhelo umuthi
Ikhokhelo umuthi wemali uyasebenza kakhulu lapho inyanga ithaka khona umuthi wokudonsa imali,
awusebenzi uwodwa uyathakwa neminye imithi ukuze udonse imali.
Omashonisa bayawusebenzisa lomuthi ukuze ama clients abo akhokhe imali.
Ikhokhelo umuthi wokuqoqa izikweletu, uyawuthaka neminye imithi uwuthumele kulabantu abakukweletayo bakhokha sengathi bayasha.
Ikhokhela is a tree that is used by nguni people in south africa to make muthi for growing a business, money and attraction.
Ikhokhela tree is a green plant which has purple flowers it doesnt grow bigger like a gumtree.
Ikhokhela is also used by loan sharks so that customers can pay back the money.
The uses of ikhokhela tree umuthi:
To attract money
To be attractive
To grow your business
umuthi wokuba nemali eningi
umuthi olula wokuba nemali, uzowenza lomuthi uwushunqise ucele imali.
Ukuphupha ikhokhelo umuthi
Amaphupho ngomuthi ikhokhelo,
kuchaza ukuthi ukuphupha umuthi ikhokhelo?
Ukuphupha umuthi ikhokhelo ngabe kuchazani? Kumele ubheke umsebenzi womuthi,
nendlela umuthi oyiyo, ikhona okuzokutshela ukuthi amaphupho omuthi achaza ukuthini?
Ikhokhelo wenzani
Liyangena emthini wokufuna isikweletu, liyangena emthini wokubiza imali, liyangena emithini yokuthandeka.
Umuthi wokubuyisa isikweletu
Ake senze umuthi wokubuyisa imali kumuntu okukweletayo.
Lomuthi uzofaka ikhokhelo ukuthi sibonelo lingena kanjani.
Umuthi wokuletha imali empilweni yakho
Biza imali ngalomuthi, induku yokubiza imali le, faka amafutha emamba kanye namafutha enhlwathi uhlanganise.
Umuthi wokuthwala
umuthi wokuba rich umuthi wokuceba umuthi wokuba nemali ake senze
donsa imali izizele ithi tata kuwena imali
Liyangena emthini wokuqoqa isikweletu, liyangena emthini webusiness, liyangena emthini wemali. Uyangena emthini wenhlanhla.
Ikhokhela emthini wesikweletu
Ikhangeza
Mayibuye
Vuka malibeni
Amafutha omkhovu
Abanqonqozi
Mfazi othethayo
Abaphaphi
Ndabulaluvalo
Ikhokhelo
Amakhosi akwancamane
Umuthi wokubuyisa isikweletu kulabo abakukweleta imali.
Abaphaphi
Iningizimu
Mthunyelwa
Mayisaka obovu
Mabuya
Indabulavalo
Isibhaha
Abanqgonqgozi
Amafutha omkhovu
Amafutha amantindane
Ikhokhelo
VIDEO
VIDEO
Comments
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
Indlela yokusebenzisa imithi yesintu
Imithi yesintu isetshenziswa ngezindlela ezahlukene. Nazi izindlela ezijwayelekile zokusetshenzisa imithi:
Ukuphalaza - Ukuphuza umuthi oxutshiwe bese uhlanza (ubuyelisa). Lokhu kuhlanza isisu kanye nomzimba. Umuthi uxutshwa emanzini abandayo noma ashisayo bese uphuzwa ekuseni ungakadli.
Ukugeza - Ukugeza ngomuthi emzimbeni wonke. Umuthi ufakwa emanzini ashisayo bese ugeza ngawo umzimba wonke, ikakhulukazi ubuso nezandla. Lokhu kusiza ukukhipha amashwa nokuhlanza umoya.
Ukufutha - Ukuhlala phezu kwebhodwe elibilayo elinomuthi, uzimboze ngengubo. Umhwamuko womuthi ungena emzimbeni ngesikhumba. Lokhu kusiza ukuvula amathuba nokukhipha izinto ezimbi emzimbeni.
Ukuchatha - Ukufaka umuthi ngomzimba wangasese. Lendlela isetshenziswa kakhulu lapho kudingeka umuthi ungene emzimbeni ngokushesha.
Ukushunqisa - Ukushisa umuthi owomile bese uphefumulela intuthu yawo. Impepho iyisibonelo esikhulu somuthi oshunqiswayo. Lokhu kusiza ukukhuluma namadlozi nokuhlanza indawo.
Isexwayiso: Gcina imithi kude nezingane. Bonana nenyanga noma isangoma ngaphambi kokusebenzisa umuthi ongawazi.
Video efundisa ngemithi yonke
VIDEO
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
Push notifications !