Extra virgin olive oil

Hlikihla amabele akho nge-olive oil, ehlanganiswe ne-rosemary oil, lesithako sizosiza amabele akho athole ishape enhle. Uzowahlikihla zonke izinsuku cishe ngaphambi kokulala. Amabele kumele uwafake moisturizer ngasosonke isikhathi, i-mosturizier eright emabeleni akho ngeyakhiwe nge-coconut oil noma nge-almond oil.

Cucumber neqanda

Uzothatha i-cucumber yakho, uyifake kwi-blender, i-blender ilomshini wokwenza i-juice. Uzobe usuhlanganisa u-cucumber ophuma kwi-blender ne-egg yolk, bese u-massanger amabele akho. Ukulinde kome bese uyakuwasha, lokhu uzokwenza kanye noma kabili ngesonto. Lokhu kuzokwenza amabele akho abe mahle.

Ukuphuza nokubhema

Uma ufuna ukuba nesikhumba esihle esicacile kumele uyeke ukuphuza, ukubhema, uyeke ukudla okungenampilo.

Amanzi

Amanzi anempilo, enza ingaphakathi lakho lisebenze kahle, akhuculula nokuncola. Ukuphuza ama- glass amanzi angu-8 kuzokwenza isikhumba sakho sibukeke kahle.

Gym

Ukuzivocavoca kwenza igazi ligijime, igazi lakho lizothola i-oxgyen okuzokwenza isikhumba sakho sibe sihle.

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp
Comments
Zen Base 2020-09-09 15:24:23
I want & need to stop drinking alcohol
Manelly Zibula 2020-09-27 21:56:58
Ngcela ukuba neskhumba esihle ngibe ryt nj
SFISO MBATHA 2020-10-18 10:31:46
Bengicela iziwasho zokuwasha isdina isichitho ngithandeke nasemsebenzi ame
SFISO MBATHA 2020-10-18 10:32:03
Bengicela iziwasho zokuwasha isdina isichitho ngithandeke nasemsebenzi ame
Nomthandazo nkosi 2020-10-19 22:51:35
Ngidinga iziwasho zogazi inhlanhla yemali no kuthandeka emsebenzini
mbalenhle 2020-10-27 10:26:57
Ngicela ukubuza ngasithola Lankan isiwasho senhlanh A umsebenzi nemali
mbalenhle 2020-10-27 10:27:02
Ngicela ukubuza ngasithola Lankan isiwasho senhlanh A umsebenzi nemali
mbalenhle 2020-10-27 10:28:15
Ngicela ukubuza ngasithola Lankan isiwasho senhlanh A umsebenzi nemali
Thembi Gumede 2020-11-17 11:46:03
Ngicela Isiwasho sokususa isichitho nesemali
Nokwanda cebekhulu 2020-11-22 12:22:17
Ngcel isiwasho Semali
Yoliswa Kesi 2020-11-22 21:34:42
Ndicela isiwashu esikwenza isikhumba sibe sihle
Sbongile 2020-11-24 19:07:50
Ngicela ukuba nesikhumba esihle ngiyacela
Pretty 2020-12-17 00:12:42
I need to stop drinking alcohol plz I need help plz help me plz
MAPULa Somi 2020-12-20 15:59:46
Mina ngicela isiwasho ....sokususa isimnyama....ngithandwe yindoda.nasomsebenzi .imali
Syamthanda 2020-12-23 08:32:42
Ngisacela into yokususa amabala nama pimps
Tshepo 2021-01-17 06:59:17
Ngicela ukuluza i weight
Zanele nkosi 2022-01-29 17:27:24
Bengicela isiwasho sokukhipha isidina sichitho ngithandeke

Ulwazi ngemithi eyizihlahla

Ulwazi ngemithi ethakiwe