Ukuzehlisa isisindo

Ukwehlisa umzimba kuyinto enzima kwabaningi ngoba umzimba ugcina amafutha, ngamafutha lawa enza umuntu abe mkhulu. Eminye imizimba ayiwagcini amafutha, uyadla umzimba uwasebenzise wonke amafutha ingakho abanye abantu bengabi nemizimba emikhulu noma bangadla ini.

Losing weight can be a challenge on some people. As the gym, changing of diet and taking pills sometimes doesnt work. When everything does not work what do you do? Do no make a misting of eating less thinking you will lose weight. Yes you might lose weight but you need to eat enough food to survive.

Sizobheka la amatips okunciphisa amafutha, ukwehlisa unciphise umzimba, umkhaba.

Fruits

Ama-fruits anama-carbs noshukela oyimvelo, anempilo ayasiza ekwehliseni isisindo. Nanka ama-fruits ambalwa okumele ujwayele ukuwadla: Apple, Orange, Grapefruit, Blueberries, Bananas, Pears, Strawberry, Pineapple, bese kuthi Nectarines, Peaches & Plums anciphisa umkhaba.

Herbs and Spices

Ama-herbs nama-spices azokusiza kakhulu ekwehliseni umzimba, kubalwa i-Basil, Rosemary, Coriander, Sage, Ginseng, Cinnamon, Garlic, Turmeric, Oregano, Mint njalo njalo.

Seeds

Akhona futhi nama-seeds akusizayo ukuthi wehle emzimbeni - unciphe umkhaba, kubalwa: Pumpkin Seeds, Sunflower Seeds, Quinoa seeds, Chia seeds njalo njalo.

Sleeping

Ukulala okunganele kungakwenza uthole i-weight, kodwa akusho ukuthi uma ulala kakhulu uzo-looser i-weight. Kubalulekile ukuthola ukulala okwanele, umzimba wakho udinga ukuphumula. Ukungalali ngokwanele kungakwenza ube nesifo senhliziyo, esashukela kanye nesifo sezinso. Ukulala okwanele kwenza isikhumba sibe sihle kakhulu. Izinkinga eziningi zesikhumba zelashwa ngokulala okwanele. Ukungalali okwanele kuzokwenza ushesha uguge. Ukungalali ngokwanele kukwenza uhlale ukhathele, awubi nayo i-focus lokho okungakwenza uzithole engozini yemoto uma ungumshayeli. Ukungalali ngokwanele kukwenza ube nama-moods, usheshe ucasuke, uyashesha nokukhohlwa, ngisho nasekamelweni awubi nomdlandla owanele nokulangazelela.

Ukwehlisa umkhaba kuyinto enzima kakhulu kubantu besifazane emzansi. Abanye baze bafake nebhande lesisu. Abanye baqale bajime ngenhloso yokwehlisa ujojo tank. inkinga iba lapho unomzimba omncane kodwa umkhaba umkhulu, lapho ukudla akuzosiza kahle.

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?