Ukuzehlisa isisindo

yehliswa kanjani iweight? ngifuna ukuzaca, ngikhathele ukukhuluphala. ukunciphisa umzimba ubemncane ngokwesidumbu.

Loosing weight

Redchilli pappers
ukudla ukunciphisa umzimba lolulwazi lozokusiza wehlisa amafutha emzimbeni. ukususa umkhaba

Ukudla upelepele nakho kuyasiza ukuthi u-loose isisindo, upelepele uhlasela amafutha kanye nomkhaba.

Amanzi
Amanzi awusizo kakhulu ekwehliseni isisindo somzimba, kumele uphuze ama-glass angu-8 amanzi ngosuku. Uma uvuka ekuseni - vuka ngamanzi afudumele ano-lemon ngaphambi kokuthi udle.

Cinnamon
Yi spice lesi esimnandi ekudleni, sifake ekudleni kwakho siyasiza ekwehliseni isisindo. U-cinnamon ke wehlisa izinga lashukela, wehlise namathuba okuphathwa yisifo senhliziyo.

Gyme
i- Cardio iyasiza ekwehliseni i-weight kanye nomkhaba, kwi cardio kubalwa: ukugijima, ukugibela ibhayisikile kanye nokubhukuda. Mayelana nohlelo oluright lokwehlisa isisindo xhumana nendawo yoku jima eseduze nawe. Ukujima kukodwa kakuyehlisi i-weight kumele kuhambisane ne-diet eright. Kumele ngosuku ugcithe isikhathi esingaphezu kwa-30 minutes uhamba lokho kunempilo futhi kuzokwehlisa isisindo nomkhaba.

Juice yokwehlisa isisindo
Hlanganisa i-spoon soju olu-natural, i-spoon se-cinnamon, i-spoon sika-lemon kanye nenkomishi yamanzi afundumele. Ziphuzele lokhu njengetiye, uzowubona umahluko.

Ukudla okumele ukuyeke
Hlukana nezinto ezinoshukela no-salt, ehlisa ekudleni okune-starch. Kumele uhlukane nalezinto ezilandelayo: iziphuzo ezingama-soft drinks, amakhekhe, Ice cream, isinkwa esimhlophe, u-swidy, ama- desserts, ama-juice lawa-adayisa esenziwe esitolo. Esikhundleni sokuphuza ama-juice ama-fruits asesitolo zakhele eyakho ekhaya, lamajuice asesitolo agcwele ushukela omningi ofakiwe. Ukuphuza utshwala ngokweqile kungakwenza unyuke isisindo. Obunye utshwala bunoshukela omningi, ungabuphuzi nhlobo lobo. Kumele ushukela emzimbeni ube ngo-balanced, akumele udle ukudla okuzonyusa izinga likashukela emzimbeni.

Ungakudli ukudla okuthenge sekuphekiwe lokhu okubizwa ngama-fast food, lokho kudla kunezinto eziningi ezingenampilo nezingenza uthole isisindo. Uma wenza itiye sebenzisa uju olu-natural esikhundleni sikashukela. Ukudla okubhalwe ukuthi low fat, akusho ukuthi uma ukudla uzokwehla isisindo, kuyenzeka ukudla kube yi-low fat kodwa kube noshukela omningi. Ungawuthengi u-Popcorn lona osuwenziwe uba no-salt omningi, zenzele wena u-popcorn ekhaya. Hlukana nama- fried ase-lokshin azokwenza ukhuluphale ngokushesha. Uma uthenga amanzi estolo ungawathengi lawa afakwe ama flavors, ungayithengi i-flavoured yhogut. Ungawudli uchappies unoshukela omningi. Ungayidli i-pizza no-Pie. Shintsha i-rice emhlophe udle i-brown rice. Wayeke Ama-sauces ano-cream nano cheese. Emva kokudla ubothatha i-walk encane.

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
Ngicela ukusizakal ukususa mabal neynduna