Uma kwenzeka i-loadsheding ugesi uyahamba, amaphone awasebenzi, asikwazi nokufonela ama ambulance alande abantu abagulayo, okubi kakhulu nge loadshedding ukuthi izinkampani eziletha umsebenzi zangaphandle ezizotshala izimali ziyabaleka, azifuni ukutshala izimali esimweni ezinjena. Iziguli ezibhedlela zingashona nokushona uma ugesi uhamba isikhathi eside. Ubumnyama obenziwa ukuhamba kukagesi kwezinye izindaba buletha ubugebengu abantu babanjwa inkunzi ebumnyameni.
Loadshedding is bad for the south african economy, investers are leaving the country.
Ububi bokuhamba kwagesi Part 2
Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni
Grade 12 Matric whatsapp groups
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |